Iseyinkinga eyamanzi eMaqongqo

2015-05-14 06:00
ISITHOMBE:NOMPENDULO NGUBANE

Isakhamuzi sendawo uMnuz Zazi Dlamini ekhombisa ithangi elingenamanzi njengoba umphakathi wawulinde imoto yamanzi abathi yagcina ingafikanga ngosuku lwango Lwesine.

ISITHOMBE:NOMPENDULO NGUBANE Isakhamuzi sendawo uMnuz Zazi Dlamini ekhombisa ithangi elingenamanzi njengoba umphakathi wawulinde imoto yamanzi abathi yagcina ingafikanga ngosuku lwango Lwesine.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

SIYAQHUBEKA nokuba sibi isimo sokuntuleka kwamanzi ezindaweni zaseMaqongqo eziningi lapho abantu bekhalaza ngokuhlala amasonto kuya ezinyangeni bengawatholi amanzi. Lesi simo sesidale ukuthi izakhamuzi zakule ndawo ziphuze amanzi omfula angahlanzekile, kusho uMnuz Sipho Ngcobo oyisakhamuzi saku lendawo.

Izindawo ezithintekayo ekuntulekeni kwamanzi iseChibini, eZinembeni, eMjondolo nezinye.

Iphephandaba i-Echo lashicilela udaba lwenkinga yamanzi akulendawo ngonyaka odlule.

Lithintwa ikhansela lika wadi 1 uMnuz Roger Zondo ngonyaka odlule wathi kunezinhlelo ezazilungiswa ukuthi umphakathi uthole amanzi.

Ngesikhathi ethintwa futhi mayelana nale nkinga uthe abantu bayazi ukuthi kukhona uhlelo oluqhubekayo kumanje lapho kulungiswa indaba yawo amanzi kule ndawo.

“ Abantu siye sibazise ukuthi yini eqhubekayo mayelana nohlelo lwamanzi. Kukhona esiphezu kwakho kanti amalungu omphakathi ezayo emihlanganweni ayazi ukuthi asihleli phansi kodwa lukhona uhlelo esiphezu kwalo. Nalo futhi uhlelo lwezimoto eziletha amanzi luyaqhubeka ezindaweni abantu balethelwa amanzi masonto onke,” esho uZondo.

Intatheli yephephandaba i-Echo ivakashe le lendawo ngeLwesine olwedlule nalapho ifike umphakathi uthi ulinde iloli eliletha amanzi. Amalungu omphakathi athe besekuphele amasonto amabili amanzi engalethwanga kulendawo kanti namathangi ayenganamanzi. Amanye amalungu omphakathi ayeqhuba amabhala anezigubhu zamanzi ayewakha emfuleni uChachacha.

Elinye ilungu lomphakathi uMnuz Zazi Dlamini uthe sekuye kuphele amasonto amanzi engekho futhi. “ Leli thangi ulibona nje alinamanzi kanti imindeni eyi 12 esebenzisa amanzi esethangini elilodwa. Lokho kwenza ukuphi amanzi angahlali isikhathi eside kodwa asheshe aphele. Kunabantu abadala abathwele kanzima ngenxa yokuntuleka kwamanzi. Bahamba ibanga besondelela ngalapho imoto isuke ingakhona. Indaba yamanzi kule ndawo indaba endala esingazi ukuthi iyolungiseka nini,” esho uDlamini.

Inkinga yamanzi iqale ngonyaka ka 2006,kuqhuba uNgcobo.

“ Safakelwa ompompi bamanzi abangakaze basebenze iminyaka. Kuhambe kwahamba kwagcina abantu sebebahlephula labo mpompi. Kumanje abanye babo eminye imizi abaziwa ukuthi balahlwa kuphi. Esikufisayo ukuthi inkinga yamanzi ilungiswe sikwazi ukuthola amanzi ahlanzekile,” esho uNgcobo. Okhulumela umasipala wesifunda UMgungundlovu uNkk. Mbali Mwandla uthe lendawo ngenxa yokukhula kwesibalo sekuba nesidingo esikhulu sokulethwa kamanzi kanti sekuholele ekuntulekeni kwamanzi. Uthe kumanje umasipala umatasatasa phezu kohlelo lokufakelwa kwalo mphakathi amanzi. “Kusukela ngenyanga ezayo ezoqala lo mphakathi uzokwazi ukuthola amanzi futhi ngendlela eyejwayelekile,” esho uMwandla

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.