Iya kude imbongi esencane Abafisa ukumvotela bangathumela igama elithi Okuhle, Best poet ku-34066. andgt;andgt;

2015-07-30 06:00

ISITHOMBE:
sithunyelwe

U-Okuhle Ngubane osanda kuqopha isingili esihloko sayo esithi “Ukucula”.

ISITHOMBE: sithunyelwe U-Okuhle Ngubane osanda kuqopha isingili esihloko sayo esithi “Ukucula”.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IZIBONA iya kude nomculo kamaskandi imbongi eneminyaka eyisikhombisa nje kuphela yaseMgungundlovu, emva kokuba iqophe isingili esihloko sithi ‘Ukucula’.

U-Okuhle Ngubane ongowakudabuka endaweni yakwaNxamalala eSweetwaters, uke waba sematheni emva kokuba engene emkhakheni wezinkondlo eneminyaka emithathu vo.

Ubuye futhi wazakhela udumo ngokudansela abaculi abahlukene bamaskandi, okubalwa kubona uMjikijelwa Ngubane. Le singili azibhalele yona ikhuluma ngempilo yakhe emkhakheni wezobuciko nezingqinamba abhekane nazo ngenkathi engena kule ndima.

Ekhuluma nephephandaba i-Echo unina ka–Okuhle uNkk Nonjabulo Ngubane uthe bayafisa ukuthola umuntu onganakekela ikhono lakhe, njengoba ekhombisa ukuba nekusasa eliqhakazile endimeni yomculo kamaskandi. Uthe: “Ngokwethu sasizitshela ukuthi ikhono eliyobuye lishabalale leli njengoba kuyinto ayiqale esemncane. Emva kokuqopha le singili sibonile ukuthi uya kude kulo mkhakha.

“Le singili uthe ufuna ukuzibhalela yena, futhi aziculele yedwa ngaphandle kokusizwa njengoba ikhuluma ngempilo yakhe.”

Uqhube wathi bayafisa ukuthi kube khona lapho indodana yakhe ingathola ukuqeqeshwa khona, njengoba ikhombisa nothando lokudlala isiginci.

“Siyaziqhenya kakhulu ngaye, futhi siyafisa ukuthi sengathi angathola indawo ezonakekela ikhono lakhe. Uwumntwana ohlakaniphile nasesikoleni, njengoba nemiphumela yakhe imihle kakhulu.”

U-Okuhle uzophinde abangisane nezinye izimbongi emkhakheni we-Best poet kuma South African Traditional Music Awards (Satma)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.