Izinkinga zeNSFAS emaTVET college wENA UCABANGANI? SIBHALELE USITSHELE, SIFUNUKWAZI

2015-05-28 06:00

MHLELI: Ngicela ukusika elijikayo ngodaba lwemali exhasa abafundi.

Abantwana bethu bayanxenxwa ukuthi beze bezofunda kulamaTVET colleges. Uma befika bayaye babhalisele uxhaso oluphuma kwaNSFAS.

Sibanethemba njengabazali ukuthi abantwana bazosizakala ngoxhaso lukaNSFAS, sibone lususa umthwalo emahlombe ethu.

Kanti asibuzanga elangeni, abanye abafundi bathola imali yokufunda kuphela, abanye bayayithola eyokufunda kanye neyokugibela kepha ayipheleli. Okubi ukuthi kukhona abafundi abangatholi eyokufunda kanye neyokugibela.

Abanye kuthiwa abayitholi imali yokugibela ngenxa yokuthi bahlala ezindaweni lapho bengakwazi ukuhamba ngezinyawo uma beya noma sebebuya ekolishi.

Into engiphethe kabi ukuthi konke lokhu abakusho uma besanxenxa izingane zethu. Izikhangisi abazikhiphayo azikubali.

Ngizwa kuthiwa kune “means test” lapho kutholakala khona ukuthi umfundi ngamunye anganikwa malini. Bengazi ukuthi uhlelo luka NCV kumaTVET colleges olwabantu abaqhamuka emakhaya ahlwempu. Kuyangixaka ukuthi kunohlelo olukhetha abahlupheka kancane noma abahlupheka kakhulu kunabanye.

Kumanje abantwana bethu bakhathazekile ngoba lolu xhaso bayaludinga. Ngiyamnxusa ubaba uBlade Nzimande angenelele.

Akukho ngisho izincwadi abanikwa zona abafundi ezinencazelo ezwakalayo mayelana nokuthi kungani bengalutholi uxhaso, abafundi batshelwa ngomlomo kuphele kanjalo. Ngiyabonga mhleli.

umzali okhathazekile

eMgungundlovu

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.