Kubulewe ‘umdlwenguli efuna u-R2 ngodli’

2015-11-04 06:00

OSOLWA ngokudlwengula intombazanyana eneminyaka engu -14 yase-Ashdown ngenyanga edlule, ugwazwe wabulawa ngeledlule kubangwa uR2.

U-Ayanda Mncube obulewe ubengomunye wabasolwa abahlanu okungo-Zolani Msomi, Mncedisi Khondo, Thembinkosi Madlala no-Syabonga Molefe abebevele kafushane enkantolo kamantshi ngenyanga edlule ngezinsolo zokudlwengula bephindelela le ntombazanyana.

Kwenzeka lesi gameko nje kuthiwa laba basolwa bebengaphandle ngebheyili. Le ntombazanyana yahlaselwa kubo emva kokuba ibuye esikoleni, okuthiwa yazithela kulaba balisa ababegqekeze kubo, beyilinde ngaphakathi endlini. Umufi kuthiwa ugwazwe wabulawa endaweni yaseGraceland emva kokuba egwaze omunye umuntu endaweni kubangwa uR2 kanti uzoziphindiselela esehamba nabangani bakhe.

Okhulumela amaphoyisa e-Plessislaer uKaputeni Musa Ntombela uthe umufi ugwazwa nje uqale wagwaza umuntu ngayizolo ebusuku emva kokuba ecele u-R2 kuyena wathi akanawo.

“Emva kokuba lo obecelwa imali ethe akanayo, umufi ube eseba nodlame wamlwisa, kwaze kwaphoqa ukuba ahambe ayolanda ummese, agwaze lo abelwa naye ehlombe. Ngakusasa lo obegwaziwe udlule kule ndawo ehamba nabangani bakhe abane, kanti uzohlangana nomufi. Ube esetshela abangani bakhe ukuthi umufi uyena obemgwazile ngayizolo. Kube nokuhilizisana, umufi waphinde wakhipha ummese ethi uyagwaza futhi, kanti lo abelwa naye uzomphuca amgwaze esifubeni. Ube esephelela khona lapho. Bonke laba baboshelwe icala lokubulala kanti icala liyaphenywa.”

Ikhansela lakwa ward 23 uMnu Dumisani Phungula uthe yize bengahambisani nobugebengu, uyakuhlaba ukuhlaselana ngezikhali.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.