Kumashe onogada abangeneme

2015-06-04 06:00
ISITHOMBE:NOMPENDULO NGUBANE

Abasebenzi abangonogada bebemasha ukukhombisa ukungenami kwabo emsebenzini.

ISITHOMBE:NOMPENDULO NGUBANE Abasebenzi abangonogada bebemasha ukukhombisa ukungenami kwabo emsebenzini.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABASEBENZI abawonogada abangaphansi kwenkampani i-Enforce futhi abangamalungu eSouth African Allied Workers Union (Satawu) bangene emgwaqeni bezwakalisa ukungenami kwabo emsebenzini.

Abasebenzi laba bebephelezelwa abanye ozakwabo abangonogada abasebenzela ezinye izinkampani zonogada.

Usihlalo we Satawu eMgungundlovu uMnu Chief Dlamini uthe le mashi bebehlele ukuthi bayenze bengabasebenzi bese behambisa izikhalazo zabo kumqashi.

Uthe kunezinto eziningi abasebenzi abangonogada abangeneme ngazo ngasohlangothini lomqashi.

“Ezinye zalezi zinto indlela umqashi ahlela ngayo izinto uma ezoqasha. Abasebenzi abaneliseki yindlela umqashi asebenza ngayo uma ezoqasha onogada.

Siphinde sibe nenkinga yokuthi umqashi uma eqasha ngamabanga (grades) nakhona unendlela enganelisi abasebenzi uma eqasha ngokwamabanga. Kunabantu ovele ubabone sebekhona sebenza ngaphandle kokuthi kulandelwe imigudu efanele.

Umqashi uphinde abe nokukhetha iphela emasini emsebenzini. Kunalabo abayizintandokazi kuyena kanti futhi kuba nalabo angabazwisisi kahle futhi angabathandi,” kusho uDlamini.

Omunye wabasebenzi uthe bake bahlala phansi nomqashi bamtshela futhi bamazisa ukuthi yiziphi izinto abangeneme ngazo. “ Sibale nesimo sokusebenza esingesihle esisebenza ngaphansi kwaso. Izimoto ezingamaveni esihamba ngazo ezikho esimeni esihle.

“Azinazihlalo akuzona izimoto ezingasetshenziswa ukuthi zingasetshenziswa abantu kodwa thina sisebenzisa lezo zimoto. Kuningi esingahambisani nakho kanti lokhu akukhona okokuqala siba nenkinga nomqashi.

“Nangesikhathi esidlule sibe nezinkinga nabaphathi sagcina siphoqelekile ukuthi sibaxoshe ngoba sithi kuzoba ngcono kodwa kusafana. Okubi ukuthi asizange simthole osehhovisini lakwandabazabantu kwa -Enforce.

“Sibe sesiphoqeleka ukuthi uhla lwezikhalazo zethu silunike uMnu Leon Steyn,” kubeka lo umsebenzi.

I-Enforce ithe akekho ozoyikhulumela ne-Echo

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.