UMandla Ncikazi uzimisele ukusebenza kanzima

2015-07-09 06:00
PHOTO:Jonathan Burton

UMandla Ncikazi obengumsizi kaSteve Komphela kwiMaritzburg United uthi uzosebenza kanzima ukugcina umsebenzi omuhle kaKomphela emva kokuba emenyezelwe ngoLwesine olwedlule njengomqeqeshi omusha waleli qembu.

PHOTO:Jonathan Burton UMandla Ncikazi obengumsizi kaSteve Komphela kwiMaritzburg United uthi uzosebenza kanzima ukugcina umsebenzi omuhle kaKomphela emva kokuba emenyezelwe ngoLwesine olwedlule njengomqeqeshi omusha waleli qembu.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

LOYO osanda kumenyezelwa njengomqeqeshi weMaritzburg United uMandla Ncikazi uyavuma ukuthi ukuthatha lapho kushiye khona uSteve Komphela kuzoba yinselelo wathi kodwa uzimisele ukusebenza kanzima.

Into ekade ilokhu ibuzwa ngaphansi kwamatafula ngesikhathi uNcikazi emenyezelwa ukuthi kaze uzokwazi yini ukuhlanganisa izinto emva kokuthi abadlali abayisishiyagalombili beshiyile eqenjini noma-ke abanye babo babuyele emaqenjini abo amadala ngoba phela bebebolekiwe.

Abanye babadlali abakade bebambe iqhaza elikhulu ngesizini edlule futhi nabadlale indima enkulu ngaphansi kukaKomphela abadlali basemuva oKwanda Mngonyama no-Abel Mabaso ababuyele kwiMamelodi Sundowns.

Ngaphansi kukaKomphela iTeam of Choice ikwazile ukuqeda namanye ayisishiyagalombili aphezulu, okube umlando weminyaka eqenjini.

“Ithuba lokuqeqesha iqembu engilinikwe usihlalo weqembu uFarouk Kadodia angikalikholwa futhi ngiyabonga kakhulu. Phela selokhu ngaqala ukuqeqesha kuyaqala ukwenzeka lokhu empilweni yami.

“Phela iningi lamaqembu engisebenze kuwona bengiba umsizi womqeqeshi (assistant). So ja kuzoba yinselelo enkulu,” kusho uNcikazi obengumsizi kaKomphela kuleli qembu.

Noma ukuba yikhanda labaqeqeshi (head coach) kuzoza nezingqinamba nezinselelo eziningi uNcikazi uthi yena akasabi.

“Ukusebenza noKomphela kungifundise okuningi kanti nokuba yisekela lomqeqeshi isikhathi eside kungibonise kwangifundisa izinto eziningi. Ngiyabathemba abasizi bami engizosebenza nabo njengoFadlu Davids, ngiyabathemba futhi sizoyiqhuba inqola,” kusho uNcikazi.

Usihlalo weTeam of Choice uFarouk Kadodia uthi umqeqeshi omusha ubhekeke ukuba aqhubeke nevangeli noma inqubo eyatshalwa uKomphela, uma kwenzeka kube nenkomishi eza eMphithi.

“Singajabula ukumbona eqhubeka nomsebenzi omuhle owaqalwa uSteve Komphela.

“Ngesizini edlule sikwazile ukubambelela nokuqeda kwitop 8 nesingakuthanda ukukubona kwenzeka futhi.

“Kanti nelinye iphupho lethu esingalithanda lifezeka ukuwina indebe ngelinye ilanga. Kodwa-ke mangisho ukuthi asifuni ukubona uNcikazi esebenze ngaphansi kwengcindezi.

“Sizomsiza ngayoyonke indlela ukuze umsebenzi ohambe kalula.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Hip Cape Town bars to discover this summer
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.