Uvela namuhla owesilisa we-acid

2015-09-17 06:00

KULINDELEKE ukuba avele okwesithathu namhlanje enkantolo kamantshi umlisa osolwa ngokubulala uNksz Thulile Phungula waseWillowfontin ngenyanga edlule.

UMnu Sphiwe Mbanjwa wakhona eWillowfontein ungubaba womtwana wentombazane kaPhungula oneminyaka emithathu.

UMbanjwa ozobe esevela okwesithathu emva kokuthi ummeli wakhe etshelwe yinkantolo ukuthi akabuye nekheli lalapho ezobe ehlala khona uma angase athole ibheyili. Inkantolo ayilimukelanga lalapho umsolwa aboshwa evele ehlala khona.

Namhlanje kulindeleke azi ukuthi inkantolo iyavuma noma cha ukuthi ayithole ibheyili.

Kuthiwa uMbanjwa wabulawa uPhungula ngesihluku emva kokuba embhunyele waphinde wamphuzisa i-acid.

Umndeni kaPhungula, ikakhulukazi umama wakhe uNksz Gugu Phungula, washiyeka ethukile emva kwalesi senzo.

Ngosuku uPhungula aphuziswa ngalo i-acid umamncane wakhe uNonsikelelo Phungula uthi badideka ngoba babeqala ukubona umuntu esesimeni esifana nesikaThulile Phungula.

Uthi wavele kwangathi uyisilwane ngendlela ayeyiyona.

Okunye okwakukhalisa umndeni ilokho akukubiza ngokushaya konyawo lonwabu kwamaphoyisa, angazange ambophe umsolwa ngesikhathi umndeni owabe ulindele ngaso.

Okhulumela amaphoyisa uKapteni Musa Ntombela ephendule wathi: “Amaphoyisa ayengeke akwazi ukubopha ngoba uThulile wayesesesibhedlela futhi isitatimende sabe singabhaliwe”,

UNtombela wayekade iqinisekise i-Echo ukuthi nakanjani babezombopha umsolwa.

UMbanjwa zabe sezimkhalela emva kwezinsukwana nje uPhungula edlulile emhlabeni.

Kusolakala ukuthi uMbanjwa waklinya, wathela wabe esephuzisa uThulile i-acid. UThulile wakwazi ugaqa ngamadolo wafika ekhay. Walala kwathi ngakusasa umndeni wakhe wabe sewumphuthumisa esibhedlela i-Edendale nalapho afike ashonela khona

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.