Inqondo ephilile impilo ephilayo

2015-10-21 06:00

Inyanga kaOctober ngokwezempilo, inyanga lapho kuqguqguzelwa ingqondo ephilile. Sithi phansi ngokuzi bandakanya ezidakamizweni ezifana no whoonga, Umthunzi wezinkukhu, Glue, Cocaine kanye nokuvalela izinkinga ezihlukuzemeza umphefumulo ngaphakathi kuze kubangelele isifo sengcindezi.

Ukugwema isifo sengqondo engaphilanga siqguqguzela ukudla amaphilisi ngendlela umuntu afundiswe ngayo, sidle ukudla okunempilo, ukuzivocavoca kanye nokukhuluma nabaluleki abaqeqeshiwe kwezomoya phecelezi Psychologist kanye nabelapha ngemithi bezenqgondo phecelezi Psychiatrist.

Ngomhlaka 23 Oct. 2015 umphakathi uyamenywa ukuba uhlanganele neminyango kahulumeni Department of Health kanye Department of Sport and Recreation kwindumezulu yomcimbi ozobe uhanjelwe ungqongqoshe wezempilo uDr. Sibongiseni Dlomo ekuqguqguzeleni ingqondo ephilile kanye nokuphila impilo ephilayo. Kuzohanjwa ibanga elingu 2.6 km kusukwa esibhedlela i-Greytown kuyiwe eKing Edward Park lapho umcimbi wonke uzobe ukhona. Lena enye yezindlela zokuqguqguzela umzimba ophilele ngokuzivocavoca.

Ulwazi olwengeziwe xhumana nobuholi bendawo yangakini noma uxhumane no Mbali Ntshingila umxhumanisi wesibhedlela iGreytown kanye nomphakathi (Public Relations Officer) ku- 033 413 9400 / 071 055 2820 email: andlt;mailto:sethabile.ntshingila@kznhealth.gov.zaandgt; sethabile.ntshingila@kznhealth.gov.za

- Greytown Hospital management

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/Sport
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.