Akagcini Ngokusiza Youth U Gcwabe

2016-05-25 06:00
Gogo Thobelihle Ximba with caring helpers.

Gogo Thobelihle Ximba with caring helpers.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USWELE amazwi okubonga wakhihla isililo uGogo, eneminyaka elinganiselwa kwenga 92 ubudala. Ubonge wangconcoza ku Nkululeko “Mtubatuba” 2010 Mkhize. uGogo Thobelihle Ximba ohlala endaweni yase Muden kude buduze ne Clinic eVondela uthole ingqola yokuhamba phecelezi i wheelchair. Umnyango wezempilo unikezele lesisisaguga ingqola emva kwesikhathi eside eyintula.

uHlengiwe Ximba utshele abezindaba ukuthi ubonga akaphezi ku Mtubatuba ,nakumnyango uma ebona inqola ekubeni kukade wayehla enyuka konke lokho kuphelele emoyeni okwezithukuthuku zengcanga. Kodwa ngokubikela lelibhungu eliselisha liphume langena kwalunga. “uGogo akasakwazi ukuzihambela bekumele ukuba ngimubelethe uma eya emuholweni, noma kunendlela enqala.. besinekinga impela . kuze kwangenelela nama Community Care Giver (CCG) nawo adlele elikhulu ingxathu. Eholwa ngu sisi Malungi Lembethe. Siyabonga kakhulu.” Kuchaza yena uHlengiwe ngenkulu injabulo.

U2010 yena uthe “ngangithi nje ngizokuya namuhla kusasa ngibuye ngiyintshethe impahla enkulu yesaguga. Akubanga njalo umgqingqo lo ongithathe izinyanga ezintathu. Kodwa ke ngiyabonga ngoba nami ukubongwa ilokho nje engakusho. abantu benkosi ngibasiza ngokubaxhumanisa nezinhlaka ezifanele. Kumanje nje ngimatasatasa ngizamela omama abangabefolokazi emphakathini, ngokwazi ukuthi ikhona indawo la bangasizakala khona. Kodwa ke ngokufiphala kolwazi abantu abakwazi konke lokho. Konke lokhu ngikwenza ngokuthanda umphakathi. Futhi ngikufundele lokho eUniversity. Nakuba ngakaqashwa ndawo ngalokho.
Kuchaza uGcwabe. uCCG wendawo uthe akavumelekile ukukhuluma nemithombo yabezindaba kodwa akangakusho ukuthi umphakathi unenhlanhla ngokuba nomuntu ofana no Nkululeko, omunye angaze ethi kayimfanele lendawo.”

uGogo uhlala bayisishangalolunye ekhaya . akukho muntu osebenzayo baphila nge mali ye mpesheni. Bayisishangalolunye (9) ekhaya kubalwa nomunye ophila nokukhubazeka, naye othe engabonga kakhulu ukuthola ukunakekelwa okusezingeni. Nokuvakashelwa nje engakujabulela. Umnyango okhulumela umnyango akatholakalanga ukuba aphawule kwaze kwasha isikhathi sokushincilela. - Nlululeko Mkhize

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.