Banikwe izitifiketi abathole ukuqeqeshwa eMshwathi

2019-06-19 06:00

UMASIPALA waseMshwathi ngokubambisana noMnyango obizwa ngeLGSETA banikeze abafundi izitifiketi zabo emvakoqeqesho olube nzulu. Lolu qeqesho belenziwa kule mikhakha elandelayo yi-National Certificate in Local Economic Development (LED), Community Water, Health and Sanitations, Disaster Risk Management kanye neSupervision of Construction.

Imeya yomkhandlu uMnu Mandla Zondi ubonge bonke ababambe iqhaza ekutheni laba bafundi baze bathole lezi zitifiketi. Uphinde wabongela nabafundi nangokubekezela kwabo.

“Ngiyazi nidlule ezimeni ezinzima kakhulu nalapho bekuba khona izinselelo zokungabi bikho kwemali yokugibela nje, kodwa nabekezela kwaze kwaba la,” kusho uZondi.

UMnu Mkhize oqhamuka ka LGSETA naye uvumelane nemeya ngokuthi beziba khona izinkinga ngenkathi kusafundwa, lapho khona imenenja kamasipala uMnu Nhlanhla Mabaso obeze azifikele mathupha eGoli kuzoxazululwa lezi zinkinga.

Okhulumela uMasipala wase Mshwathi uMnu Sbusiso Mkhithi uthe: “Kungathi beku ngokokuqala ukuthi uMasipala waseMshwathi ube nomcimbi oyindumezulu noyimpumelelo engaka. Abafundi bonke bebejabule benconcoza.”

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.