Bebengithanda

2018-01-24 06:00

Bengiyingane bengithanda abazali bami,

Bebengenzela yonke into engiyidingayo,

Babenethemba lokuthi ngiyokhula ngibe indoda

Bebe ziphenya ngami,

Babenezifiso ezinhle ngami,1

Yingakho baze bangiqamba ukuthi nsinguSifiso.

Babephikisana-uMama no uBaba ngokuthi ngifuze bani phakathi kwabo,

Babehleka kumnandi baze bangithintathinte izidlashana bengidlalisa,

Babeshintshana nokungigeza nangokungifunza iphalisihi,

Omnuye nomunye wayehlezi efuna ngibe seduze naye,

Bebengifukamele kuhle kkwesikhukhukazi abazali bami,

Omncane umkhuhlane bengiphuthumisa kudokotela bengafune phutha,

Bengiyigugu kubazali bami,

Bebengithanda abazali bami.

Ohe! Yekanini lolothando,

Ekukhuleni kwami ngingazitsheli ukuthi ngizoba nje,

Ekukhuleni kwami ngingazitsheli ukuthi ngizoba isilwane somuntu,

Ngangingaku cabanga ukulimaza nokuhlukumeza omnuye umuntu,

Namuhla izandla zami zigcwele igazi nokonkala

Kweminye imizi kuyakhalwa ngenxa yami,

Kazi mgamgenzani Nkosi yam?

Bheka namuhla ngiphila ngokwethuka nokuzisola,

Kangizifezanga izifiso zabazali bami,

Kaze bona bathini lapho bekhona?

Ngibaphoxile abazali bami,

Bebengihanda abazali bami.

SIFISO DUNCAN MZILA

GREYTOWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

5 scientific benefits of owning a cat

According to science, just the act of watching cats itself can bring about positive emotions – so it comes as no surprise then, that owning a cat has a number of benefits.

 

Paws

Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
This special pooch inspired his brother to learn to stand again
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.