Human papilloma virus campaign

2019-02-13 06:01

THE Umvoti community is informed of the first round 2019 HPV campaign conducted by the Department of Health KZN - Umvoti outreach teams, starting from February 5 and ending on March 15.

Parents are encouraged to give permission for their child to be immunised by signing a consent form and children are to take them back to school. The continued support from teachers is acknowledged.

The campaign is eligible to girls only those who are nine years old and above competing Grade 4 this year. Those who are not nine years now will get their first dose on the second round.

For more information, contact Mbali Ntshingila on 033 413 9400 / 071 055 2820 email: sethabile.ntshingila@kznhealth.gov.za

Umkhankaso wokuvikela umdlavuza womlomo wesibeletho

KWAZISWA umphakathi waseMvoti ngomkhankaso wokuvikela umdlavuza womlomo wesibeletho ozoqala mhlaka ziyi-05 kuNhlolanja (February) uze uphele mhla ziyi 15 kuNdasa (March). Ithimba labahlengikazi abahambela ezikoleni nasemphakathini (school health team), bazobe behambela izikole benikezela ngomgomo wokuvikela umdlavuza womlomo wesibeletho kanye nokuqwashisa ngesifo kumantombazane asemancane aneminyaka eyisishiyagalolunye kuyaphezulu bebanga lesine ngokufunda esikoleni. Kucelwa abazali ukuba bavumele abantwana bagome ngoku sayina imvume (consent form) ezofika nomntwana baphinde ayibuyisele esikoleni uma isisayiniwe. Siyabonga ukusebenzisana okuhle nezikole kanye nothisa base Mvoti.

Ulwazi olengeziwe xhumana noNksz Mbali Ntshingila kulenombolo 033 413 9400 noma 071 055 2820 noma uthumele kwethi sethabile.ntshingila@kznhealth.gov.za

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.