IMEYA YASEMSHWATHI IZOLEKELELA ABANTU BESIFAZANE

2016-09-07 06:00
Umshwati Municipality Mayor Sphindile Zondi Mbhele.

Umshwati Municipality Mayor Sphindile Zondi Mbhele.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Kube injabulo yodwa kubantu besifazane baseMshwathi ngenkathi imeya uSphindile Zondi-Mbhele eqinisekisa ukuthi uzosebenzisana nabo ekuthuthukiseni amabhizinisi abo njengoba benamabhizinisi enhlanganiso Lo mcimbi wokuvala inyanga yabesifazane obubanjelwe ehholo laseMathulini kaWard 5 ngomhlaka 31 August , ushiye absifazane bevuselelekile ngamathuba abanawo okuziphilisa. Ubuholi baseShwathi buhambele lo mcimbi lapho khona iMeya icele ukuba ihlangane nabo bonke abesifazane abanamabhizinisi amancane Kanye nama Cooperatives khona bezobonisana ngamacebo okuthuthukisa abantu besifazane. Ukhansela weWadi Cllr. uGugu Ngcobo ucele ukuba abesifazane bangabukelani phansi futhi babe nokusizana, angabi bikho ozobukela umakhelwane uma engekho esimeni esigculisayo.

"Akugcinanga lapho, uNduna Nkulu wesizwe saKwaSwayimane, uNkosikazi Magwaza ucele omama ukuba babambe iqhaza ngokuthi bathumele izingane zabo ezikhungweni lapho kuhlolwa khona izintombi ukuze kunciphe izinga lokuthelelana ngezifo zoncansi, "Isizwe sinosiko olungadingi nokuthi size sizixake ngokusebenzisa amakhondomu Kanye nokujova ukuze kuvikeleke ukukhulelwa kwezingane kanye nokuthelelana ngezifo zocansi, kumele izintombi zihlolwe," kusho uNdunankulu uNkosikazi Magwaza. Lo mcimbi uphethe ngelikhulu isasasa lapho khona bonke abesifazane bebona ukuthi banawo amathuba okuxosha ikati eziko. - Sibusiso Mkhithi, Umshwati

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

5 top leg exercises for men

Here’s our selection of the five best leg exercises that you can do in the comfort of your own home.

 
 

You won't want to miss...

10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.