IZAZISO

2019-11-13 06:00

IHHOVISI loMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi eGreytown licela ukufuniswa laba abalandelayo:

>Ubaba kaNokwazi Amahle Mkhize ozalwa nguThishiwe Mkhize owashona ngo-2006 ngo Januwari 12, waseShane. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-P.N. Khoza kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaSabelo Ntanzi owazalwa ngo-2002-08-25 ozalwa uNelisiwe Ntanzi osewadlula emhlabeni owayehlala eMatimatolo, eMagubuludwini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.A. Ndlazi kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaNothando Princess Khumalo owazalwa ngo-2005-03-18 ezalwa nguNomthandazo Khumalo owashona zingu-16-08-2015, waseNhlalakahle. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-H.P.N. Brown kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaClaude Baxter owazalwa ngo-31-03-2003 ezalwa nguPinky Silindile Baxter owashona ngezi-2008-06-26, waseNhlalakahle. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-H.P.N. Brown kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaAndiswa Amahle Duma owazalwa ngo-21-03-2005 ezalwa nguNombuso Hycintha Duma owashona ngo-17-09-201. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-H.P.N. Brown kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba ka-Amanda Mchunu owazalwa ngo-20-12-2008 noSnakhokonke Anelisa Mchunu owazalwa ngo-05-12-2017 abazalwa nguSybile Londiwe Samkelisiwe Dladla owashona ngo-27-05-2015. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-H.P.N. Brown kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaSamukelisiwe Khumalo owazalwa ngo-2003-05-02 noMalandwe owazalwa ngo-2009-01-09 abazalwa nguNomcebo Lindies Khumalo waseNtembisweni, KwaNtuthu odlule emhlabeni ngo-2017. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.Z. Mzila kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaSphesihle Khumalo owazalwa ngo-2003-06-23 ozalwa nguGugu Khumalo waseNtembisweni, eNgqayizivele. Ubaba kuthiwa wayengowakwaMchunu eMakhabeleni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.Z. Mzila kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaLuyanda Ngobese owamzala kuMinenhle Ngobese owayehlala eMuden. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.B. Nyawo kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaGeorge Mzolo ozalwa nguDladla Buhle osewadlula emhlabeni ngo-2009-07-30 wayehlala eMuden eNkanini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-X.M. Mthembu kule nombolo 033 417 1527.

>Umama kaBayanda Mchunu owazalwa ngo-23-01-2004, ubaba wengane uDavid Sikhumbuzo Mchunu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.R. Xhakaza kule nombolo 033 417 1527.

>Umama ka-Aphelele Lebone owazalwa ngo-2009/10, ubaba wakhe nguMzokhona Wiseman Mdlalose wase Matimatolo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.R. Xhakaza kule nombolo 033 417 1527.

>UNtombifikile Magubane ongumama kaMzwandile Dladla, ubaba wakhe uMthobisi Justice Dladla waseMuden eNkanini. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.R. Xhakaza kule nombolo 033 417 1527.

>Abazali bakaLondiwe Princess Shange waseMatimatolo owazalwa ngo-2010-03-04, umama wakhe uNothile Zulu. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.R. Xhakaza kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba kaSthabiso Ngubane waseMnambithi, ingane yazalwa ngo-2005-07-23 umama wakhe ongasekho emhlabeni uThembile Precious Ngubane. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.R. Xhakaza kule nombolo 033 417 1527.

>Ubaba ka-Ayo Mzila waseMatimatolo owazalwa ngo 2005-05-10, umama wakhe uNonhlanhla Mzila ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.R. Xhakaza kule nombolo 033 417 1527.

>Umama kaSimphiwe Junior Jostry owazalwa ngo-2009-03-20, ubaba wakhe ongasekho emhlabeni u-Elvis Jostry. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.R. Xhakaza kwethi 033 417 1527.

>Ubaba kaLulama Goge owazalwa ngo-2007-12-18, umama wakhe ongasekho emhlabeni uBongisile Ximba. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-N.A. Mpanza kule nombolo 033 417 1527.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.