Kuntwela ezansi kubalimi abasathuthuka eMshwathi

2018-05-23 06:01
Farmers’ co-op leaders Mr Mbatha, chairperson Nzwakele Co-operative, and Mr Thusi, chairperson of Sphapheme Co-operative.

Farmers’ co-op leaders Mr Mbatha, chairperson Nzwakele Co-operative, and Mr Thusi, chairperson of Sphapheme Co-operative.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUNYUKE amathemba kubalimi baseMshwathi abebehlangene endaweni yaKwaSwayimane bezozibonela ngokwabo uMnyango waka Rural Development ugixabeza ama Coorporatives ngemali edlulile ku 5 million rand.

Ama Co-orp. Amabili ISiphapheme kanye neNzwakele yiwo ahlomule kule samba esidalulwe ngasenhla. uSihlalo we Siphapheme uMnu.

Thusi ubonge lo Mnyango ngokubanika inhlansi yethemba lokukhula embonini yezolimo. “ngiyabona ukuthi izingqinamba eziningi zizoxazululeka futhi sesikulungele ukutshala umoba noma ngabe kuthiwa sithola ipulazi elikhulu kangakanani,” kusho uMnu Thusi.

uMnu Mbatha ungususihlalo we Nzwakele Co-orporative yena ugqugquzele abantu baseMshwathi ukuthi bangawubukeli phansi umhlabathi, kumele abantu basukume basebenze ndawonye. Khona manjalo ikhansela lakaWard 8 uMnu.

Nhlakanipho Gasa ushayele isipikili ngokubongela abantu baseMshwathi ukuthi bathole lolu xhaso oluyingqayizivele oluvela eMnyangweni waka Ruaral Development uHulumeni uzama ngayo yonke indlela ukuthi alekelele abantu kumabhizinisi amancane, ngoba akuzona zonke izikhathi lapho khona abantu kumele balindele ukuqashwa uMasipala.

Siyabonga kakhulu abantu abahlangane base bakha lama co-orp njengoba namhlanje uHulumeni esesondele kubona ukuze bathuthuke” kusho uCllr. Gasa.

Report by: Sibusiso Mkhithi

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.