Mama Wami

2017-05-17 06:02

MAMA ubuqhawe bakho ngiyabazi unguphunyuka bemphethe.

Wena owaphekwa netshe kwavuthwa lona kuqala.

Umongameli walelizwe ubenceliswe nguwe. Usomabhizinisi odumile endaweni wayethwelwe ngesakho isisu.

Unozinti webafana bafana waye sulwa nguwe amafinyila, enabukeliswa nguwe. Uzime womhlaba wayegezwa nguwe mama.

Noma impilo inzima kepha bengilala ngidilile ngenxa yakmo ,mama.

Ubuwa uvuka nami, kumnyama kubomvu ubuhlezi unginakekela mama.

Yebo umdali wakudala ngokwazi. Ngingcolile ngangigezwa nguwe ,ngikhala ngithuliswa nguwe.

Ngisho ngilimele,kuqala esakho isandla kugcina esikadokotela. Ongenzele khona kukhulu akupheli, futhi akuna mkhawulo

Pho ngizokubongangani mama.

Kukho konke ongenzele khona kodwa ngikuphoxile mama.

Ekungikhuliseni kwakho wawungazitsheli ukuthi ungikhulisela ijele, ukweba, Ukubamba inkunzi, nokubulula, ngikuphoxile mama.

Wangisa esikoleni ukuba ngiyofunda ukuphatha ipeni kepha ngafunda ukuphatha ummese.

Kweminye imizi kuyakhalwa namuhla ngenxa yezenzo zami ezimbi mama.

Kangiyilandelanga imiyalo nemithetho obungibekele yona.

Ngikuphoxile mama.

Mama uyidalile indima yakho, ungikhulisile wangongla wangifundisa

Waginakekela wangiqondisa, kepha ngaziphumela mina endleleni.

Ngiyabonga kakhulu ngongenzele khona, inkosi ikubusise mama. Hlonipha uyihlo no nyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni.

Nginifisela usuku oluhle bomama besizwe.

Sifso Duncan Mzila I

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

5 top leg exercises for men

Here’s our selection of the five best leg exercises that you can do in the comfort of your own home.

 
 

You won't want to miss...

10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.