Missing persons - Greytown Social Development

2017-08-23 06:00

Umnyango wokuthuthukiswa komphakathi (Greytown Social Development) Ucela ukufuniswa laba abalandelayo:

Ongaba nolwazi athintane nosonhlalakahle kulenombolo elandelayo 033 417 1527.

• Mncwabe wasOzwathini ongubaba ka Amkelokuhle Khethelo Bhengu, amthola kuYvonne Zodwa Bhengu wase Matimatolo eGqalabeni ongasekho emhlabeni.

• Ubaba ka Melokuhle Alondwe Mkhize noMpilwenhle Ayabonga Mkhize, abazalwa uNtombiyenkosi Mkhize wakwa Maphumulo ongasekho emhlabeni.

• Ubaba ka Ayanda Ntuli amthola ku Khanyisile Ntuli ongasekho emhlabeni wase Matimatolo.

• Ubaba ka Muziwokukhanya Cele amthola ku Thandazile Precious Cele ongasekho emhlabeni wasematimatolo.

• Ubaba ka Mkhululi Knowledge Ngcobo no Sibongiseni Blessing Ngcobo abathola ku Philisiwe Purity Ngcobo ongasekho wase Matimatolo.

• Ubaba ka Ntokozo Tobias Mbambo amthola ku Hendrietta Sthandiwe Madonsela wase No. 43 York Street, Greytown, ongasekho emhlabeni

• Ubaba ka Sabelo Ntanzi amthola ku Nelisiwe Ntanzi wase Matimatolo Endulo, ongasekho emhlabeni.

• Ubaba ka Thobelani Shangase amthola ku Sindi Shangase wase Matimatolo Embangweni ongasekho emhlabeni.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.