Umnyango wokuthuthukiswa komphakathi (Greytown Social Development)

2017-09-13 06:01

UCELA ukufuniswa laba abalandelayo: Ongaba nolwazi athintane nosonhlalakahle kulenombolo elandelayo 033-417 1527.

Ubaba kaSinethemba Nonhlanhla Sithole owayezalwa uJabulisile Tshitshana Sithole ongasekho emhlabeni owayehlala eNtembisweni

• Ubaba kaOkuhle Sithole noPhilile Cebile Sithole ababezalwa uNtombifikile Nokuthula Sithole ongasekho emhlabeni owayehlala eNtembisweni

• Ubaba kaMinenhle Banele Mkhize, Olwethu Mkhize noNothando Mkhize ababezalwa uZanele Mkhize ongasekho emhlabeni owayehlala eMbuba

• Umama ka Siphesihle Zondi ohlala noShonisile Bertina Zondi eMbuba

• UThabile Mkhize ongumama kaMthobisi Mkhize noNomthandazo Mkhize abashiya kuThembelihle Promise Mkhize eMbuba

• Ubaba kaMinenhle Majola owayezalwa uSiziwe Sibongile Majola ongasekho emhlabeni owayehlala eMbuba

• Abazali baka Mandisa Mchunu ohlala noThokozile Mchunu eMbuba.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.