Ward 13 sports

2016-07-20 06:00
 Mayor Thami Nguban, Sbo Zuma, Musa Zondi and Slondile Ngubane hand over the awards.

Mayor Thami Nguban, Sbo Zuma, Musa Zondi and Slondile Ngubane hand over the awards.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Injabulo ibiphezulu kwa-Ward 13 (Dambada Sport Fields) eMbuba lapho bekukhona nabaculi abaphezulu esingabala kubo uTzozo wodumo lweVuma. Amaqembu ebhola lezinyawo (soccer) kanye nelomnqakiswano (netball) abetheleke ngobuningi bawo kwazise awebhola lezinyawo abengu-12.

Kowamanqamu emantombazaneni kugcine kuwine uMbuba uhlula iKiss-Kiss yaseBhema.Kowamanqamu ebholeni lezinyawo kugcine kuwine iBrazo FC ngo 1-0 ihlula uMbuba United. iBrazo FC ihambe nomklomelo wejezi elisha kanye nesiklabhu kwathi uMbuba United wathola ijezi elisha.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.