Was Inkosi Bhambatha killed at Mome or not?

2017-10-18 06:02

INKOSI uBhambatha waphunyuka bevinjezelwe namabutho kaZulu emigedeni yase Mome emahlathini ase Nkandla ngomhlaka June 10, 1906 ngempi eyaziwa nge Bhambatha Rebellion noma Impi yamaKhanda.

Abelungu ababehlasele lapho baveza isithombe sokuthi bambulala base benquma ikhanda lakhe, lathathwa izithombe ezazungeza umhlaba wonke.

Ababenaye empini bathi iNkosi uBhambatha yabayalela ukuba bakhombe noma yisiphi isidumbu kwezazisale enkundleni bathi nguy, ukuze bangahlukunyezwa kakhulu abasindile.Iminyaka isiyikhulu neshumi nanye lingaziwa idlinza leNkosi lapho yakhothamela khona.

Ngomhlaka 23 September, 2017 kufike, okukholakala ukuthi bayisizukulwane seNkosi uBhambatha abangamashumi ayisithupha bephelezela uMnumzane Mboyi Johannes Bambathi abasuka eMpumalanga Province nase Limpopo.

Uma echaza uMnu Bambathi uthi kwafika izinsizwa ezintathu emva kweMpi kaKhandampondwe ngo1906 esizweni seNkosi thizeni eduze kwemingcele yaleli nelaseZimbabwe becela ukubhaciswa ngoba befunwa uthuli abelungu ngenxa yokuba yingxenye yempi yamaKhanda. Phakathi kwalezizinsizwa kwakukhona eyayinobuchule bokuthetha amacala.

INkosi yalesosizwe yamenza omunye wezinduna ezithetha amacala, yamganisela ngamadodakazi ayo amathathu. Kamuva wazithathela amanye amakhosikazi amabili.

Ongumzukulu wokugcina kunkosikazi wesihlanu, nguye lona obefike eMkhontweni emzini weNkosi uBulawayo, NwelezaBelungu kaBhambatha kaMancinza oseNgome eMawozini ngase Greytown.

Ngawo umhlaka 23 September kwenziwe ulibofuzo lukaMnumzane Mboyi Johannes Bambathi no Nkosikazi Velephi kaBulawayo onguMaZondi ogane kwaMdlalose. Esithombeni esingenhla sibona yena uMnumzane Bambathi no Nkosikazi Mdlalose emva kokwenziwa kwalolulibofuzo. Isalindelwe imiphumela. - Oscar Zondi (Usihlalo woBumbano LwamaZondi)

According to official records and many books written Inkosi Bhambatha Zondi was killed at Mome Gorge on June 10, 1906.

The Zondis were told by warriors involved in the Battle of Mome that Inkosi escaped with a few of his close attendants and went off the direction of Mozambique.

In fact in around the late 1940s a Mr Phungula, who had fled with Inkosi, came back to Ngome and reported that Inkosi was alive and living in an undisclosed area and had wives and children.

When Phungula’s presence was reported to the local magistrate he was tipped off and he disappeared immediately thereafter.

In June a delegation led by an 81-year-old Mr Mboyi Bhambathi arrived in Greytown from Mpumalanga. They were looking for the family of Inkosi Bhambatha Zondi. Before Mbhoyi’s father died he had instructed his son to make a special trip to the Mpanza area near Greytown to look for their family.

On Heritage Day Mr Bhambathi visited Emkhontweni, the home of AmaZondi at Ngome with 60 members of his family from Mpumalanga and Limpopo - they were warmly received and a beast was slaughtered to celebrate their visit.

A DNA test was made to determine whether they are truly the descendants of Inkosi Bhambatha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.