Kubulawe intombazane (14) eNanda Dam

2015-10-13 06:00

AMAPHOYISA ase-Hillcrest anxusa umpahakathi ukuba uwalekelele ecaleni lokutholaka kwengane yentombazane eneminyaka eyi-14 ubudala ibulewe ngoLwesibili mhla ka-6 kuMfumfu (October) ngezithuba zawo-9 ekuseni. Okhulumela amaphoyisa ase-Hillcrest ngaphansi koMnyango wekuXhumana uthe ulungu lomndeni walowo obulewe lafika emaphoyiseni ase-Hillcrest lizobika ngokuduka kwengane yalo uZothile Zesuliwe Nxumalo. “Amaphoyisa avula icala lokuduka ladluliselwa kuba seshi base-Hillcrest. Uphenyo lwecala lwaqala ngokuphazima kweso kwathi isithombe salowo odukile sadluliselwa kwezinye iziteshi zamaphoyisa nabezindaba. Ithimba le-search and rescue lacelwa ukuba lingenelele kuleli cala, lokufunwa kwentombazane.

UZolile wabhekwa eNanda Dam lapho okwathiwa wagcina ukubonwa khona ngaphambi kokuba aduke.

Ngesikhathi bemubheka eNanda Dam kwatholaka izingubo zakhe eduze kwedamu, okwaqinisekiswa ukuthi zazi gqokwe nguye ngosuku aduka ngalo.

NgoLwesihlanu mhla ka-9 kuMfumfu ngezithuba zawo-10 ekuseni amalungu amaphoyisa ase-Hillcrest, nabe-Search and Rescue kanye namalungu omphakathi balibangise edamini ukuyobheka ukuthi bangamuthola yini uZothile.

Ngesikhathi bese damini uMnuz Nathaniel Gumede ubike ngephunga elingajwayelekile ngaphandle kwase ndlini encane yase mzini wakhe. Amaphoyisa abe eselibangisa kuyo leyo ndawo bathola umzimba kaZothile ufihlwe kubheseni wase ndlini encane. Amaphoyisa avule icala lokubulala esiteshini sase-Hillcrest. Uphenyo lusaqhubeka kodwa akekho osaboshiwe mayilana nokuthinteka kuleli cala. Uma kukhona onolwazi noma iminingwane ngaleli cala angaxhumana nomseshi uDetective Constable Buthelezi enombolweni ethi: 072 570 3840 noma ethi: 031 765 9134

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.