Amaphoyisa afuna abadukile

2018-02-20 06:00
Izithombe: zithunyelweUMnuz Langelihle Mazeka.

Izithombe: zithunyelweUMnuz Langelihle Mazeka.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA ase-Mariannhill acela ukufuniswa izithandani ezidukile, uMnuz Langelihle Mazeka oneminyaka engama-41 ubudala noNks Nozipho Mnguni oneminyaka engama-27 ubudala abahlala endaweni yase Mpola e-Mariannhill.

Okhulumela amaphoyisa u-Lieutenant-Colonel Thulani Zwane uthe uMnuz Mazeka wahamba ebusuku ngomhla ka-13 kuZibandlela (December) ngo-2017 eyohlangabeza isithandwa sakhe esasi phuma ebusuku emsebenzini.

UMnuz Mazeka wayehlezi ehlangabeza uNks Mnguni uma ephuma ebusuku emsebenzini ngoba wayedlula endleleni enama hlathi eMhlathuzana.

Ngalobo busuku uMnuz Mazeka washiya ekhanyise ugesi endlini yakhe futhi washiya nomakhalekhukhwini.

Zombili lezi zithandani azikaze zibuye ekhaya futhi akekho owaziyo ngokuduka kwazo.

UMnuz Mazeka udabuka eMpendle kanti uNks Mnguni ungowase-Greytown. Uma kukhona ongase abe nolwazi ngokuduka kwabo engashayela inombolo yamaphoyisa ethi: 0800 10111.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.