Bacela uxhaso emphakathini

2018-03-13 06:00
Isikole imotala Heights sicela uxhaso.isithombe: nosipho mkhize

Isikole imotala Heights sicela uxhaso.isithombe: nosipho mkhize

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ISIKOle samabanga aphansi esibizwa ngokuthi yi-Motala Heights Schoolsicela umphakathi, osobabhizinisi namabandla ahlukene ukuba usixhase.

USihlalo we-Motala Heights School SGB, uBillie Hoosen uthe:

“Okwamanje sidinga izincwadi ukuze silekelele abafundi bethu bakwazi ukuthuthukisa ikhono labo lokufunda. Sidinga ithangi likaJojo ukuze sikwazi ukuthola amanzi ikakhulukazi njengoba sike saba nenkinga yokungenelwa izigebengu zantshonstha bonke ompompi esikoleni. Uma kunokwenzeka sicela umphakathi usoxhase ngokubiyela isikole ukuze sikwazi ukugwema izigebengu ezingena zintshontshe esikoleni. singafisa ukuthi sithole umpheme wohlobo lwe-carpot ukuze abafundi bethu bangabi uma linetha noma bengashiswa ilanga uma bese mhlanganweni.”

Uthe: “ Asinayo imali yokuthenga izinto ezdingekayo esikoleni.

Iningi labafundi livela emindenini ehluphekile futhi iningi labo lisuka ezindaweni ezikude kubalwa eKlaarwater, e-Mariannhill, eTshelimnyama, KwaNqetho, KwaNyuswa naKwaSanti. Sike sabanenkinga yokugqekezelwa izigebengu izikhathi eziningi bantshontsha amapayipi badicelela phansi impahla yesikole. Singaluthokozela noma yiluphi uhlobo loxhaso,” kusho uMnuz Hoosen.

Uma uthanda ukwazi kabanzi nge-Motala Heights School noma uma uthanda ukunikela xhumana noMnuz Billie Hoosen enombolweni ethi: 061 474 4274.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

And the Paws24 and Hill's winners are ...

Find out who the winners of our Paws24 pet pics and Q&a competitions are...

 

Paws

Keep your family and pets safe from rabies
5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.