Baqeqeshe abasebenzi basezindlini

2016-02-09 06:00
Umsebenzi uNks Tracy Msomi noNks Jessica Nelluran.

Umsebenzi uNks Tracy Msomi noNks Jessica Nelluran.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABASEBENZI basezindlini phecelezi-domestic workers bathole ukuqeqeshwa mahhala kwa- Hirsch’s eHillcrest.

Laba sebenzi bafundiswe ukuthi usetshenziwa kanjan umshini wokukilina ukulungisa izinhlelo kumabonakude nezindlela eziningi zokukilina ukungcola.

Okhulumela abakwa-Hirsch's eHillcrest uNkk Taryn Taylor uthe abasebenzi bafundiswe nokusebenzisa i-pressure cooker yakwa-AEG baphinde bafundiswa ukupheka izinhlobo nhlobo zokudla.

Uthe: “UNks Elsie Mkhize kukhethwe igama lakhe kumncintiswano wokuwina i-Hemp Hand protector yakwa-body shop.

Uthe: “Sihalalisela uNks Tracy Msomi owine kwisigaba se-Domestic Worker of the month kwinyanga kaNhlolanja (February). UNks Msomi uwine imali ewu-R300 yokuthenga noma yini kwa-Hirsch’s eHillcrest. Umqashi kaNks Msomi, uNks Jackie Vauqulin uthe uNks Msomi umsebenzele unyaka wonke kanti ukungumuntu omangalisayo. Uyakwazi ukupheka ukudla okumnandi, akasilo inuku futhi ezingane zami ziyamuthanda ngendlela eyisimanga. UNks Msomi ngiyemethemba futhi usefana nelungu lomndeni. Ngiyambonga ngokusebenza kwakhe kanzima.

Umcimbi yokuqeqeshwa kwabasebenzi uzoba ngomhla ka-2 kuNdasa (March) ngo-9 ekuseni ka-Hirsch’s eHillcrest.

Uma uthanda ukuba yingxenye yalo mcimbi xhumana noNks Taryn Taylor enombolweni ethi: 031 761 7500 noma uthumele ngekheli le email elithi: tarynt@hirschs.co.za.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.