Bathuthukisa umphakathi ngomculo

2017-03-07 06:01
isithombe:sithunyelweKusuka kwesokunxele u-Christo weqembu le Solution, uFeleba Sk noNduboy weqembu le Solution

isithombe:sithunyelweKusuka kwesokunxele u-Christo weqembu le Solution, uFeleba Sk noNduboy weqembu le Solution

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU labaculi baKwaNyuswa elaziwa ngokuthi yi-Rieco Bird Media liqophe ngenkulu impumelelo ucwecwe olusha olunesi hloko esithi-RBM All Stars
Lolu cwecwe lididiyelwe ngokuhlanganyela ngabaculi abasebenza ngaphansi kwe-Rieco Bird Media okungu Mageja, uFeleba u-SK, yi-Solution, u-Mr Wrong, u-Kimby, uCyto, uLah, u-Nikita nabanye abaculi base mphakathini.

Izingoma zibhalwe, zaqoshwa, zaphinde zaqondiswa khona e-studio saleli qembu khona KwaNyuswa.

Okhulumela i-Rieco Bird Media uFeleba SK uthe: “Istayela se-albam siqukethe uhlobo lomculo oyinhlobonhlobo, kwazise ukuthi inhloso yalolu cwecwe ukuveza ongakuhlukile okuvela kubaculi be-Rieco Bird Media bethulela abathandi bomculo wabo, yingakho i-Rieco bird Media isebenza ngokuzimisela ekuqopheni ama-albam abaculi abahlukahlukene.”

Lolu cwecwe lune zingoma eziyi-18 kanti lidlala isikhathi esingamaminithi angama-76, kanti uhlobo lo mculo olutholakala phakathi kulo kubalwa i-kwaito, i-hip hop, ne afro pop.
Leli qembu lizi bophezele ekubeni wusizo emphakathini, kanti lizobonakala ezindaweni eziningi likhankasa ngomsebenzi eliwenzayo ezindaweni ezahlukene kusukela ekupheleni kukaNhlolanja (February),”kusho yena.

“Sizimisele ngokuthuthukisa amakhono siphinde sidale nama thuba emisebenzi entsheni, lo msebenzi usuthakaselwe abaningi njengoba sizidayisela ngokwethu ucwecwe, sithola nethuba loku xhumana nabantu abangama khasimende ethu,” kusho yena.

Uma kuno mcimbi ongathanda leli qembu linandise kuwo noma uma uthanda ukwazi kabanzi ngaleli qembu noma ufisa ukuthola umsebenzi ngaphansi kwalo, vakashela ikhasi le Facebook elithi: Rieco Bird Media, noma ushayele inombolo ethi: 073 911 9912 noma ethi: 063 398 9769 noma uthumele ngekheli le email elithi: riecobirdonline@gmail.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.