Inhlangano igubhe olwamaSiko

2016-09-20 06:00
 isithombe: nosipho mkhize UMnuz Alfred noMnuz Elliot bephethe ama Wheelchair abawanikelelwe inhlangano yeze politiki i-ANC ese Thekwini.

isithombe: nosipho mkhize UMnuz Alfred noMnuz Elliot bephethe ama Wheelchair abawanikelelwe inhlangano yeze politiki i-ANC ese Thekwini.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO elekelela umphakathi eyaziwa ngokuthi i-Enhlanhleni Isibani Sezwe ibe nomcimbi wama Siko ngeledlule apho kubonakale amalungu ayo egqoke imvunulo yesiZulu.
Okhulumela le nhlangano umfundisi Alfred Ntshangase uthe lo mcimbi ubungabhekisiwe ekwazini iSiko kepha bekuwumcimbi wokufundisa intsha ngokuningi.
Uthe: “Kulo mcimbi besi meme izinhlangano ezehlukene zomphakathi kubalwa nama phoyisa, imitholampilo nomphakathi. Siphinde sabanohlelo lapho besixwayisa umphakathi ikakhulukazi intsha ngokusebenzisa izidakamizwa ezingekho emthethweni. Simeme nezikhulumi zosuku ezinezezele ezinkulumweni zokuxwayiswa ngezidakamizwa. Sinikelele ngama- wheelchair amabili avela kwabakwa-ANC eThekwini. Sibonga nabo bonke abasixhasile kulo mcimbi obe.”

I-Enhlanhleni iSibani Sezwe iyi nhlangano enakekela imindeni entulayo nezintandane eholwa nguMfu Alfred Ntshangase inhloso yayo ukuphekela abantwana ababhalise ngaphansi kwayo nomphakathi wonkana.

Uthe: “Le nhlangano iphekela izingane ezingama-126. Njalo mezibuya esikoleni kumele zifike emahhovisini ethu ukuze zithole okuya ngasethunjini ngaphambi kokuba sizi lekelele ngomsebenzi wesikole. Kuba nzima kakhulu kwenziye izinsuku ngoba siphelelwa ukudla esikuphekela izingane bese zihlale zilambile kwazise nasemakhaya ezisuka kuwona kuphilwa kanzima,” kusho yena.

Uqhube wathi njengoba engumfundisi webandla lase-zion elibizwa ngokuthi yi-Enhlanhleni Phillipian Church, ukholelwa ukusizeni abantu, ngakho kwabonakala kukuhle ukuthi ibandla liqale le nhlangano emva kokuba kutholwe ukuthi izingane ezikusonto skole ziqhamuka emakhaya ampofu.
“Le nhlangano iqale ngo-2002 emva kokuba sibone izingane zika sonto skole ziphuma emakhaya antulayo. Iningi lazo zihlukumezekile ngenzindlela eziningi, ezinye ziyizi ntandane kuthi ezinye zinesifo zesandulela ngculazi.”

“Le nhlangano ayigcini nje ngokusiza izingane kodwa nomphakathi onezinkinga futhi siyabalekelela ngoba asikholelwa ekutheni sixoshe umuntu odinga usizo. Yize siphakela izingane eziyi-126 kodwa sigcina sesisiza abantu abafikile ku-1000.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.