Inkulisa yamukele uxhaso lokudla nama thoyizi

2016-08-16 06:00
Amalungu asemaphoyiseni, abasebenzi benkampani yonogada i-ADT Security, abe-Pine Ridge Neighbourhood Watch namafundi base nkulisa iJabulani eMarianhill.  Isithombe: sithunyelwe

Amalungu asemaphoyiseni, abasebenzi benkampani yonogada i-ADT Security, abe-Pine Ridge Neighbourhood Watch namafundi base nkulisa iJabulani eMarianhill. Isithombe: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMALUNGU enkulisa eyaziwa ngokuthi yi-Jabulani e-Pinetown babonge abasebenzi benkampani yonogada ebizwa ngokuthi yi-ADT Security, amaphoyisa namalungu e-Pine Ridge Neighbourhood Watch (PRNHW) ngomnikelo abawenzele le nkulisa.

Okhulumela abakwa-ADT Security uMnuz Lee Munsami ubonge abasebenzi bakhe ngokwenza lo mcimbi ube yimpumelelo.
Uthe: “Ngizizwa ngijabulile njengoba sikwazile ukusiza le nkulisa.
Sijwayele ukusiza ezinye izinhlangano eziningi zasemphakathini ngedingo zayo futhi akukho okuthokozisayo njengo kubona abantu bejabulile.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.