Kufunwa odukile

2017-02-14 06:01
 isithombe: sithunyelwe UNks Thabisile Ncayiyane odukile.

isithombe: sithunyelwe UNks Thabisile Ncayiyane odukile.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA ase-Pinetown anxusa umphakathi ukuba ubafunise owesifazane odukile wase Rainbow Garden eWyebank uNks Thabisile Ncayiyane oneminyaka engama-34 ubudala. UNks Ncayiyane ugcine ukubonakala kubo ebusuku ngomhla ka-8 kuNhlolanja (February).
UNks Ncayiyane ushayela imoto yohlobo lwe-1 Series yakwa-BMW inombolo yemoto ibhalwe-NU 42854. Umndeni uthi awusazi isizathu sokuba anyamalale.
Amaphoyisa anxusa noma ubani ongaba nemi niningwane okunyamalala kwaNks Thabisile Ncayiyane ukuba axhumane noColonel Ronnie Buthelezi enombolweni ethi: 072 854 8684 noma noKapteni Moodley enombolweni ethi: 083 789 6964 noma inombolo yokubika ubugebengu ethi:08600 10111.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.