Kumenywa umphakathi kowamakhono noNobuhle

2017-11-28 06:00
izithombe: zithunyelweUmcimbi kaNobuhle owaziwa ngokuthi uMiss Qadi/Nyuswa uzoba ngo mhla ka-25 kuLwezi (November).

izithombe: zithunyelweUmcimbi kaNobuhle owaziwa ngokuthi uMiss Qadi/Nyuswa uzoba ngo mhla ka-25 kuLwezi (November).

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO engenzi nzuzo eyaziwa ngokuthi yi-Khono Organisation ibambisene nenhlangano eyaziwa ngokuthi yi-Third World Movement imema umphakathi waKwaNyuswa, wasePinetown nakwezinye izindawo eThekwini ukuba uhlanganyele nawo emcimbini kaNobuhle owatziwa ngokuthi u-Miss Qadi/Nyuswa ozoba ngoMgqibelo mhla ka-25 kuLwezi (November) ozobe use Qadi Hall, oqala ngo-10 ekuseni uphele ngo 5 ntambama.
U-Miss Qadi/Nyuswa wasungulwa ngo-2012 futhi usiza intsha ngemfundaze nokthuthukise amakhono entsheni.
Lo mcimbi uzobe uhanjelwe osaziwayo kubalwa u-Dj Ma-Andee, uTravis Tramble noSphephelo Dlamini. Imali yabadala yokungena kuzoba u-R30 izingane kube u-R10. Inhlangano i-Third World Movement ihlele umcimbi wamakhono namathalente lapho kuzo bonakala khona izikole ezahluka hlukene ziqhudelana ngoMgqibelo mhla ka-9 kuZibandlela (December).

Lo mcimbi onesiqubulo esithi: Battle of High Schools Talent Show uzobe use-Qadi Hall lapho kuzobe kuculwa umaskandi, Rnb, hip hop ne-soul, kusinwa, kudanswa, kuthulwa izinkondlo, kumodelwa kuphinde kwethulwe namahlaya.

Lo mcimbi uzoqala ngo-9 ekuseni uphele ngo-5 ntambama.

Imali yabadala yokungena kuzoba u-R30 izingane kube u-R10.

Okhulumela iKhono Organisation uMnuz Nkosinathi Sithole uthe lezi zinhlangano zombili ziqinisekisa ukuthi zenyuse amathalente namakhono emphakathini.

Uma uthanda ukwazi kabanzi ngale micimbi shayela inombolo ethi: 076 173 5643 noma uthumele umyalezo ngekheli le email elithi: nathi375@gmail.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

And the Paws24 and Hill's winners are ...

Find out who the winners of our Paws24 pet pics and Q&a competitions are...

 

Paws

Keep your family and pets safe from rabies
5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.