Kutholakale izibhamu ezingekho emthethweni

2018-03-13 06:00
isithombe: sithunyelweAmaphoyisa aseshe izimoto kwaboshwa abasolwa ababili abatholakale nezibhamu ezingekho emthethweni.

isithombe: sithunyelweAmaphoyisa aseshe izimoto kwaboshwa abasolwa ababili abatholakale nezibhamu ezingekho emthethweni.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMAPHATHI wamaphoyisa ngaphansi kwe-eThewkini Outer West Cluster, uMajor General James Sayer usebenzisane namaphoyisa ase Mpumalanga basesha izimoto ngenhloso yokuvimba izigameko zobugebengu kule ndawo ngeledlule.

UMajor General Sayer waqoqa iqembu lamaphoyisa avela eziteshini ezahlukene ukuze amise izimoto okuwumkhankaso wokulwisana nobugebengu.

Ngesikhathi amaphoyisa esesha izimoto kule ndawo ezwa umsindo oqhamuka kwiqulu labantu beshaya izingebengu ezimbili eSankotshe.

Okhulumela amaphoyisa ase-Pinetown uKapteni Mbatha uthe:

“Ngesikhathi amaphoyisa esebenza kule ndawo, babona isixuku sabantu sixokozela emgwaqweni uma amaphoyisa esondela esixukwini athola amadoda amabili eshaywa ngumphakathi owamangalela ngokweba.”

Ngalolu suku amaphoyisa aphinde asesha ezindaweni ezehlukene eMahlayeni athola izibhamu ezimbili ama-magazin amabili nezinhlamvu ezine.

Kuboshwe abasolwa ababili abaneminyaka eyi-17 nengama-29 ubudala ngokutholwa nezibhamu ezingekho emthethweni.

Abasolwa bazovela ngaphambi kwenkantolo yemantshi maduzane.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.