Lihamba phambili iqembu lika Maskandi

2018-01-23 06:00
Omunye wabaholi beqembu elaziwa ngokuthi Abangani Abahle uSiphesihle Hlambisa isithombe : sithunyelwe

Omunye wabaholi beqembu elaziwa ngokuthi Abangani Abahle uSiphesihle Hlambisa isithombe : sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

nosipho.mkhize@media24.com

ABANGANI Abahle okuyi iqembu likaMaskandi eliholwa uSphesihle Hlambisa wase Mgoqozi, lithi lizimisele ukunyusa izinga likaMaskandi KwaNyuswa.
Leli qembu lasungulwa ngo-2012 lisungulwa uSizwe Mgobozi noSphesihle Hlambisa kodwa ekuhambeni kweminyaka leli qembu likhule ngendlela eyisimanga lasebenzisana nabalisa abahlanu okungu Zamani, uMtho, uSanele, uNtethe noNkanyiso.
USphesihle odume ngelika ‘phatho’ nguyena ohola iqembu ezingomeni kulandele uSizwe odume ngelika ‘Mamba’ olekelela uSizwe uma behlabelela.
Okhulumela leli qembu uSibusiso Nzama uthe: “Laba abanye beqembu badlala indima enkulu ekugideni nase kugqokiseni iqembu nokuningi. Abangani Abahle banabalandeli abaningi uma beqhathaniswa namanye amaqembu kaMaskandi KwaNyuswa. Basebenza ngokuzikhandla ekutheni kugcineke amaSiko esintu, futhi benza konke okusemandleni ukuqhakambhisa umculo wesintu nokuwugidela okuyinto intsha eyibukela kude.”
Leli qembu laqokwa kuma Best Newcomer ngo-2015.
Linama-album amabili eyokuqala inesihloko esithi Waphupha Sbari eyesibili ithi Sixosha Amavukane okuyi yona abadume ngayo kakhulu.
“Abangani Abahle bayiqembu elizimele kodwa bayafisa ukuba bathole inkampani ezoba lekelela ekuqopheni ezinye izingoma.”

ABANGAN Abahle okuyi iqembu likaMaskandi eliholwa phambili uSphesihle Hlabisa ozalwa kwaNzama eMgoqozi. Leli qembu lasungulwa ngo-2012 lisungulwa uSizwe Mgobozie noSphesihle Hlambisa lakhula iqembu kwadingeka ukuth kulandwe uZamani, Mtho, Sanele, Ntethe noNkanyiso Usphesihle odume ngelika PHATHO uculaphambili kulandele usizwe odume NGO mamba kuma backing laba abanye abafwethu badlala indima enkulu ekugideni nasekugqokeni nakho konke okunye futhi ilonaqembu elinabalandeli abaningi maliqhathaniswa nomaskandi abakhona kanyuswa leli qembhu lisenza ngokuzikhandla ekutheni kugcineke amasiko esintu ngendlela abagqoka ngayo umfanekiso wabo, benza ngakho konke okusemandleni ukuqhakambhisa umculo wesintu nokugida kwengoma osekuyinto ulusha eliyibule kude kepha bona bakwazile ukubuyisa isithunzi sika maskandi kuyona intsha okube yinto enzima ukuyenza kodwa ngokuzimisela bakwazile. leliqembu selike lanominatuar kuma best newcomer's last years ngengomayalo edumile "umakhwapheni" leliqembu linama album amabili nje vo eyokuqala yayithi "waphupha sbari" eyesbili ithi"sixosha amavukane"okuyiyona abadumengayo kakhulu iphume last year and leliqembu lizimele alinayo inkampani okuyinto eliyifunayo kulonyaka uma ufuna ukulimema iqembu nomangabe imaphi xhumana no Sizwe noma uphatho

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.