Umcimbi ube yimpumelelo

2018-01-23 06:00
Isithombe: sithunyelweInhlangano iYenzanathi Community Upliftment Project ibe nomcimbi wokugubha iminyaka eyi-10 yasungulwa.

Isithombe: sithunyelweInhlangano iYenzanathi Community Upliftment Project ibe nomcimbi wokugubha iminyaka eyi-10 yasungulwa.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMALUNGU enhlangano eyaziwa ngokuthi i-Yenzanathi Community Upliftment Project abe nomcimbi wokugubha iminyaka eyi-10 yasungulwa.

Umholi wale nhlangano uNkk Lydia Hlophe uthe ubonga bonke abantu abenze lo mcimbi ube yimpumelelo.

“Ngithanda ukubonga bonke abasixhasile ukwenza lo mcimbi ube yimpumelelo ngibala uMasipala ngaphansi kwe-Community Participation, Umnyango we-Social Development wase-Pinetown, Induna uMnuz Ngcobo yase Mondini nesigungu sayo, abaculi abathokozise izihlwele ababizwa ngokuthi Abangcwele, uMozambique Mhlongo, Sbu the Trice noTornado. Ngibonge nabakwa Shoprite nabakwa Checkers divisional office nekhansela laku ward 103 uMnuz Mthetheleli Sibisi kanye nawo wonke umphakathi wase Mandela Park, owase Mondini nowase maQadini, Amalungu eYenzanathi afisela unyaka omusha onezibusiso .”

Le nhlangano engenzi nzuzo yasungulwa ngo-2007 isungulwa abesimame abahlanu.

Laba besimame badlala indima enkulu emphakathini waKwaNyuswa njengoba bengamalungu e-Tribal Authority ku-ward 103 KwaNyuswa.

Inhloso yale nhlangano ukulekelela umphakathi ontulayo nalabo abadinga usizo ngezindlela ezahlukahlukene emphakathini.

Njengamanje le nhlangano igxile kakhulu kwi-project yokunikela ngesobho nesinkwa kubantu abagama- 257 ababhalise ngaphansi kwale nhlangano.
Le nhlangano isisungule iqembu le bhola lezinyawo nele netball.
Uma uthanda ukwazi kabanzi ngale nhlangano shayela inombolo ethi: 073 122 2632 noma uthumele ngekheli le email elithi: yenzanathi@yahoo.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.