Unandisa izihlwele nge-hip hop

2017-11-14 06:00
isithombe : sithunyelweUmculi we-hip hop uPhindise Ijoni

isithombe : sithunyelweUmculi we-hip hop uPhindise Ijoni

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI waKwaNyuswa obizwa ngoPhindise aphinde aziwe ngelika Ijoni Labantu ongumculi we-hip hop, uthi umculo wakhe uthokozelwa abaningi emphakathini ngoba usebenza ngokuzikhandla nokuzimisela kuwo.
Uthe: “Ngisebenze nabantu abaningi baKwaNyuswa nase zindaweni ezisondelene nayo kubalwa ePinetown, eHillcrest, KwaDabeka nase Clermont. Umculo wami uthokozelwa iningi emphakathini, lokho kungenza ngizibone ngisezingeni lo saziwayo base Ningizimu Afrika emnyakeni ezayo. Ngihlezi ngizigqugquzela ekutheni ngazi ukuthi impumelelo yami izokwenzeka uma nje ngisebenza kanzima futhi ngokuzimisela,” kusho yena.
Uqhube wathi umculo we-hip hop use zingeni eliphezulu eNingizimu Afrika.
“I-hip hop isikhule ngendlela eyisimanga eMzansi yize yaqala phesheya kwezilwandle, lokho kuyangi thokozisa ngoba baningi abaculi be-hip hop emzansi abane thalente elimangalisayo futhi abadinga ukuxhaswa ngayo yonke indlela.”
“Ezingomeni engiziqophayo ngisebenzisana noMthoko okunguyena ohlanganisa izinsimbi zezingoma. Abantu bengalindela ama-single okwamanje ngoba i-album noma i-mixtape angikazoyi qopha ngenxa yokuthi ngisafuna umculo wami usabalale nakwezinye izindawo.”
Uma uthanda ukwazi kabanzi ngoPhindise utholaka ku-Facebook ekhasini elithi: Phindise Ijoni noma ikhasi ku-Twitter naku-Instagram elithi: @phindise_ijoni.
Uma uthanda ukuzwa umculo wakhe noma ukumqasha emcimbini thumela ngekheli le email elithi: phindiseijoni@gmail.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.