Unezifiso ezinhle ngomculo wakhe

2018-06-05 06:00
Umculi we-hip hop uSthembiso Biyase.isithombe: sithunyelwe

Umculi we-hip hop uSthembiso Biyase.isithombe: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INTATHELI yephephandaba iFever uNksz Nosipho Mkhize ukhulume nensizwa yaKwaNyuswa uMnuz Sthembiso Biyase ethanda umculo ngendlela eyisimanga, ethe umculo yinto ayithanda kusukela esemnane.

NM [Nosipho Mkhize]: Ungubani uSthembiso Biyase?

SB [Sthembiso Biyase]: Igama engaziwa ngalo u-Lyrical Spitter leli gama ngaziwa ngalo ngisho nasezi nkundleni zokuxhumana nase micimbini eyehlukene ngidume ngalo.

NM: Uqale nini ukucula i-hip hop?

SB: Ukucula ngakuqala ngonyaka ka-2013 ngalesosikhathi bengizibhalela amaculo ami kodwa ngiqale ukuqopha umculo ngo-2014 futhi ngalesosikhathi ngisebenzisane nabaculi abahlukahlukene.

NM: Uzibona ukuliphi izinga eminyakeni ezayo?

SB: Eminyakeni ezayo angeke ngisho ukuthi ngizibona sengiphakeme, kodwa ngifisa ukuzibona sengisebenzisana nabantu abase zingeni eliphezulu nasebe mnkantshubovu kulo mkhakha we-hip hop kwazise phela akulula ukuphumelela ngoba kubuye kube nezingqinamba esibhekana nazo khona emculweni.

NM: Umculo wakho ungalalelwa yinoma ubani?

SB: Ngingasho ukuthi umculo wami ukhuthaza abaningi ngokuthi baqhubekele phambili bengalilahli ithemba ikakhulukazi intsha ngoba yiyo elalela lo mculo isikhathi esiningi. Amaculo ami anomyalezofuthi aqwashisa intsha mayelana nempilo.

NM: Usebenzisana nobani?

SB: Sengisebenze nabantu abaningi kubalwa uKimby, u-M.Y.O.B, u-Cyto, u-Mr Wrong nama Rebells nabanye. Njengamanje ngisebenzisana no-X.Olit engomeni angiqoke kuyona enesihloko esithi Struggle, ngiphinde ngisebenze no-Kimby kwingoma angiqoke kuyona ethi Feel like a Boss .

Kulo nyaka abalandeli bami bangalindela ingoma engisebenze kuyo no-Kimby ethi Turn up, izinsimbi zayo zididiyelwe u-Flex da Composer wase Goli kanye nama singili ambalwa okubalwa kuwo i- AUTT ezoshicilelwa maduze edidiyelwe yimina kanti ngisungule ne -Lyrical Spitter Clothing Brand, okuyinkampani yezingubo zokugqoka.

NM: Uma umuntu ethanda ukwazi kabanzi ngawe, engakutholaphi?

SB: Umculo wami uyatholakala enkundleni yezokuxhumana i-Facebook kwi khasi elithi: @Lyrical Spitter BH.

Ngiyatholaka enombolweni ethi: 062 836 6235.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.