Uyaqhubeka

2018-05-22 06:00
Umculi uMlindo the Vocalist ISITHOMBE: SITHUNYelwe

Umculi uMlindo the Vocalist ISITHOMBE: SITHUNYelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

EMVA kwesimemezelo sokuthi uyaqhubeka umcimbi we-Ugu Arts Jazz Festival kulonyaka, abalandeli abapholisanga maseko ekuthengeni amathikithi enani eliphansi abizwa ngokuthi ama-early bird tickets, okungama thikithi athengwa yilabo abathanda ukuzilungiselela kusenesikhathi. Kubikwa ukuthi kuyimanje abalandeli bafuna ukuthenga amathikithi ebantwini nase sangweni lase- Ugu Sports and Leisure. Okhulumela iCyassounds Holdings, ehlele lomcimbi uNks Nana Blose, uthe amathikithi athengwe ubuthaphu thaphu. “Besinamatikithi abedayiswa ngesaphulelo kulabo abathenge kusenesikhathi, lawo mathikithi abenqunyelwe isikhathi sokuthi azobe engasadayisi uma kuqala inyanga kaNhlaba (May), kodwa indlela okwenzeka ngayo sibone kungcono ukuthi selule isikhathi sokudayiswa kwalamatikithi,” kusho uNks Blose. “Okwamanje singasho ukuthi sesinabo abaculi abathe nakanjani bazoba yingxenye ye-Ugu Jazz Arts Festival, kubalwa u-Oliver Mtukudzi, uZonke, uSelaelo Selota, uMlindo The Vocalist owaziwa ngeculo lama Blesser. Abanye sizobadalula ngokuhamba kwesikhathi,” kusho uNks Blose.

UNks Blose ukhuthaze abalandeli ukuba baphuthume bethenge amathikithi e-Computicket. Uthe: “Amathikithi e-general angu-R280 kodwa leli elinesaphulelo lona le-general lingu R200. Ithikithi le -golden circle ungalithola ngo R350 kanti ele-VIP liwu-R1200.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.