Uyazifela ngomculo wokholo

2017-12-12 06:00

UMCULI wokholo uKhulekane Innocent Dlamini waKwaNyuswa uthi umculo kusukela esemncane umculo ubuyi ngxenye yempilo yakhe.
UKhulekane uthe esikoleni ube ngumuntu ozibandakanya nomculo ngaso sonke isikhathi.

Uthe: “Ngifunde eSt. Lawrence Primary School bese ngaphothula umatikuletsheni eMariannhill. Ngikhumbula ngesikhathi ngisesikoleni ukuthi ngangi ngaphuthwa umculo ikakhulukazi lo owaziwa ngokuthi umculo wama-note kanye nowo kholo phecelezi i-gospel.

Uthe ngo-2008 yilapho aqala khona ukugxila emculweni wokholo.

“ Ngonyaka ka-2008 yilapho engaqopha khona umculo wami KwaNdengezi. emva kwalokho ngasuka eTshelimnyama ngahlala KwaNyuswa okuyi lapho engahlangana khona nabaculi ababili baKwaNyuswa uSbusiso Nzama no Sandile Mbambo sasungula iqembu elibizwa ngokuthi yi-Durban Theme. Iqembu lethu liqophe izingoma eziyi-15 lapho besilekelwa abanye abaculi uFeleba SK no Simphiwe Dumakude. I-album okwamanje idayiseka kahle yize sizi khankasela siphinde sizidayisele yona,” kusho yena.

Uqhube wathi ubeyingxenye yomcimbi obuse Esibayeni City Hall nomcimbi obuse Lahee Park. “Umculo ngiwuthanda kakhulu njengoba ngiphinde ngicule umculo wokholo yingakho ngivamise nokunandisa endaweni yokukhonza. Bengiyi ngxenye yomcimbi obuse Sibayeni City Hall ePlay House nase Lahee Park emcimbini obuhlelwe uNks Zanele Mbokazi. Ngisebenza ngokuzikhandla ngaso sonke isikhathi ukuze kuqhakambiseke ikhono enginalo. Okwamanje ngimatasa ngilungiselela ukuqoshwa kwe-album entsha elindeleke ukube iphume ngonyaka ozayo,” kusho yena.

Uma uthanda ukwazi kabanzi ngo Khulekane Dlamini uyatholaka ku Facebook ekhasini elithi: Khulekane Ma E Dlamini noma uthumele umyalezo ngekheli le email elithi sbusisonzama396 @gmail .com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.