Abamatekisi bathole isisombululo

2017-08-09 06:01
Isithombe: Nokuthula khanyileIzinhlangano zamatekisi ase Azalea nawase 3&J zithe ziyazamukela izinqumo ezithathwe emhlanganweni obuhlezi ngoMsombuluko.

Isithombe: Nokuthula khanyileIzinhlangano zamatekisi ase Azalea nawase 3&J zithe ziyazamukela izinqumo ezithathwe emhlanganweni obuhlezi ngoMsombuluko.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Uthe inhlangano yamatekisi ase Azalea ayiphikisani nezinqumo ezithathwe emhlanganweni.
Usihlalo wenhlangano yamatekisi ase 3&J uMnu. Xolani Msimango uthe: “Isifunda sithathe isinqumo sokuthi kumele ivalwe lemboni yesikhashana okusho ukuthi abafisa ukulayisha idolobha kumele beye embonini engaphansi kwenxanxathela yezitolo bengayi phezulu.

Thina njengo 3&J sivumelene nesinqumo lesi esithathwe isifunda futhi sikubona njengento elungile ngoba thina sasikade sithi sikwenza lokhu ngoba sithi sikhanda umoya wokuzwana nomoya wokuthula kanti senzela abantu abazobuye besivukele esiswini.”

Uthe kulomhlangano kuvunyelwene ngokuthi amatekisi ase 3&J akumele ephazanyiswe emzileni wawo kodwa futhi nawo amatekisi ase 3&J akumele avimbe isango lenxanxathela yezitolo.

Uqhube wathi abaphathi benxanxathela yezitolo babhalelwe incwadi ukubazisa ngalezinqumo.

CONTINUED FROM PAGE 1

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.