AbaseNdabenhle emncintiswaneni wesifundazwe

2018-06-13 06:00
ISITHOMBE : lethiwe makhanyaAbafundi abayomela uMgungundlovu kwi-language festival (kusuka kwesobunxele) u-Asanda Mhlungwa, Olwethu Ndlovu, Amanda Dladla kanye no-Amanda Dladla.

ISITHOMBE : lethiwe makhanyaAbafundi abayomela uMgungundlovu kwi-language festival (kusuka kwesobunxele) u-Asanda Mhlungwa, Olwethu Ndlovu, Amanda Dladla kanye no-Amanda Dladla.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABAFUNDI baseNdabenhle Primary School badlulele phambili emncintiswaneni wezindaba zamanzi (water affairs) kanye nezilimi (language festival) ngemuva kokunqoba emjikelezweni wezifunda ngoLwesithathu olwedlule mhla zingama-30 kuNhlaba (May).

Abafundi abanqobe kowezamanzi bazodlulela phambili mhla zili-11 kuNhlangulana (June) kanti abe-language festival bona bazodlulela phambili mhla zili-14 kuNhlangulana e-Waterloo eThekwini.

Uthishanhloko wakulesi sikole, uNkk Sthembile Nyathikazi, uthe kuyabajabulisa kakhulu ukubona abafundi babo benza kahle ezintweni ezifana nalezi.

Uthe: “Othisha bethu basebenza ngokuzikhandla bekhuthaza abafundi ukuba bazibandakanye nezinye izinto ezinhle ezenzekayo esikoleni ngaphandle nje kokufunda kuphela.

“Siyathemba futhi siyathandaza ukuthi sikwazi ukuphumelela ukuze sizokwazi ukudlulela phambili emncintiswaneni kazwelonke. Okujabulisa kakhulu ngalemincintiswano efana nalena ukuthi abafundi bethu bathola ukufunda ngezinto ezibalulekile njengamanzi kanye nezilimi ezahlukene.”

Uqhube wathi imincintiswano efana nalena iyabasiza abafundi ngokuzethemba uma kumele bakhulume phambi kwabantu kanti futhi kubanika nethuba lokuthi baphumele ngaphandle bayofunda okunye okuhlukile.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.