Akongiwe amanzi ngalesikhathi sesomiso

2016-07-20 06:00

Mhleli.

Sekuyazwela manje kwingxenye ethile, eMbali,Willowfontein kanye naseFrance, amanzi ayahlushekelwa futhi imoto enhlizeka abantu ngamanzi iyafika kodwa yeqisa izinsuku. Kanti futhi sekunabantu asebenza sengathi yibo abawalawulayo.

Okunye, siweqa indlela yonke amanzi emgwaqeni size siyongena eMbali, abanye bazivulele ama car wash abo emagalaji bayazisebenzela. Kodwa thina sishoda ngawokuphuza. Uma amanzi eshoda asiwasokolele sonke. Kade kusashoda ugesi wawuhamba ngendlela, ubuye, sasisokola sonke. Kodwa sengathi leyamanzi ibhekene nabantu abathile. Ngigqugquzela kuwo wonke umuntu ukuthi awongiwe amanzi, wena onawo wasebenzise ngendlela

Ozithobayo, Siyabonga (Khulas) Sithole

Unit BB3

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.