‘Amakhansela e-ANC eKZN abulawelwa ukuphikisana nenkohlakalo’

2017-09-06 06:01

IKHOMISHANA kaMoerane ephenya ngezigameko zokubulala okuhlobene nezepolitiki KwaZulu-Natal itshelwe ukuthi amakhansela e-ANC eRichmond abulawa ngenxa yokungahambisani nenkohlakalo. NgoMsombuluko ekuseni, ikhomishana ilalele ubufakazi bomele i-Democratic Alliance (DA) endaweni. Ngonyaka odlule, kubulawa amakhansela amane e-ANC, okubalwa kuwona nemenenja kaMasipala yaseRichmond.

USibusiso Sithole wadutshulwa wabulawa ngoMashi esigamekweni okukholakala ukuthi sihlobene nepolitiki. UDean Macpherson we-DA ubalule amakhansela amane e-ANC aseRichmond abulawa ngonyaka odlule, wabuza ukuthi kungani kungakaboshwa muntu. Uthi kubukeka sengathi amaphoyisa ayathinteka noma avikela abantu abathize.

UMacpherson uthi bonke osopolitiki ababulewe babulawa ngenxa yokuthi baxosha izikhulu ezinenkohlakalo noma ezinikeza abantu abathize amathenda. - News24

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.