Amaphoyisa afuna umsolwa

2017-08-30 06:02
Isithombe: SithunyelweAmaphoyisa aseMountain Rise acela ukufuniswa umsolwa osesithombeni okusolakala ukuthi uyabandakanyeka ekuphangweni okwenzeka eWoodlands ngomhlaka 9 kuJuni.

Isithombe: SithunyelweAmaphoyisa aseMountain Rise acela ukufuniswa umsolwa osesithombeni okusolakala ukuthi uyabandakanyeka ekuphangweni okwenzeka eWoodlands ngomhlaka 9 kuJuni.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA aseMountain Rise afuna umsolwa osesithombeni athe uyabandakanyeka ekuphangweni okwenzeka ngomhlaka 9 kuJuni ngabo 8pm enombolo 11 Park, eWoodlands.

Okhulumela amaphoyisa aseMountain Rise, uKaputeni Gay Ebrahim uthe ngelanga lesigameko ummangali wahlaselwa abantu besilisa ababili abamugwaza ehlombe bamuphuca umakhalekhukhwini wohlobo lwe Samsung Galaxy J5.
Uthe: “Onemininingwane ngokuthi umsolwa engatholakala kuphi sicela axhumane nomseshi wecala uBalgobind kulenombolo 082 379 9945,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.