Amaphoyisa athungatha umsolwa

2017-08-30 06:02
Isithombe: SithunyelweAmaphoyisa aseMountain Rise acela ukufuniswa umsolwa osesithombeni.

Isithombe: SithunyelweAmaphoyisa aseMountain Rise acela ukufuniswa umsolwa osesithombeni.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA aseMountain Rise afuna umsolwa osesithombeni athe uyabandakanyeka ekuphangweni kwendayo yebhizinisi okwenzeka ngomhlaka 26 kuJuni ngabo 2am ekuseni endaweni yokwetha uphethiloli e-Total, e-Willowton, kumgwaqo u-Willowton.

Okhulumela amaphoyisa aseMountain Rise, uKaputeni Gay Ebrahim uthe leligaraji likaphethiloli laphangwa abasolwa ababehlome ngezibhamu.

Uthe: “Ummangali waphangwa imali engu-R500 kanye ne-airtime engangemali engu-R600. Onemininingwane ngokuthi umsolwa engatholakala kuphi sicela axhumane nomseshi wecala uBalgobind kulenombolo 082 379 9945,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.