Bacela ukuvotelwa abe-hip hop

2018-09-12 06:01
ISITHOMBE: sithunyelweAmalunga eqembu i-Hectic Fam acela ukuvotelwa.

ISITHOMBE: sithunyelweAmalunga eqembu i-Hectic Fam acela ukuvotelwa.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU lomculo we-hip hop i-Hectic Fam icela abalandeli bayo kanye nabahlali baseMgungundlovu ukuba bayivotele njengoba iqokwe emncintiswaneni wezindondo obizwa nge-Live Your Dream SA Youth Awards nozobanjelwa e-Durban Playhouse mhla zingama-24 kuLwezi (November).

Leli qembu elisanonyaka kuphela nje lisunguliwe liqokwe emkhakheni we-Best Hip Hop Group.

Ngokusho kwelinye ilunga lalo uSphesihle Ngcobo uthe akusikona okokuqala ukuba baqokwe kulo mncintiswano wezindondo.

“Ngonyaka owedlule sasiqokiwe kuwona futhi umkhakha ofanayo kodwa salala isithathu.

Kulo nyaka siyathemba ukuthi sizoyibuyisa le ndondo siyibuyisele ekhaya. Sicabanga ukuthi into eyasishaya kakhulu ngonyaka owedlule ukuthi iqembu lethu lalisanda kusungulwa nokwenza ukuthi sikholelwe ekutheni kulo nyaka sizobuya nayo lendodo kwazise sesinabalandeli abaningi,” kubeka yena.

Ngaphandle kokuqokwa kulomncintiswano leli qembu lizokhipha i-EP esihloko sithi Wolf nalapho becula khona nomculi waphesheya kwezilwandle e-New Zealand u-Walid nezophuma ekupheleni kwalenyanga.

UNgcobo uthe loku kusho kukhulu kubona ngoba kukhombisa ukuthi umculo wabo uyakhula.

“Inhloso yethu vele ukuthi umculo wethu ugcine sowaziwa izwe lonke kanye nomhlaba wonke ukwenza le ngoma nomculo waphesheya kusayisiqalo sezinto ezinkulu kuyakhombisa ukuthi iphupho lethu lizofezeka okusele nje ukuthi thina siqhubeke nokusebenza kanzima,” kubeka yena.

Ukuvotela leli qembu ungathumela umqhafazo “LYD164” enombolweni ethi 45633. I-SMS ibiza u-R1,50. Ukuvota kuvalwa mhla zingama-23 kuLwezi (November) kanti kuvotwa noma ikangaki.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Senior Project Manager

Cape Town
Mass Staffing Projects
R600 000.00 - R750 000.00 Per Year

Audit Senior

Cape Town
Tumaini Consulting
R180 000.00 - R216 000.00 Per Year

C# Team Lead

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R480 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.