Bahlomule ngolwazi kowonobuhle

2019-10-09 06:00
ISITHOMBE: sithunyelweAbadle umhlanganiso uBusiswa Mkhize (ophakathi), u-Andiswa Sindane (okwesokudla) no-Iviwe Dlani (esinxeleni).

ISITHOMBE: sithunyelweAbadle umhlanganiso uBusiswa Mkhize (ophakathi), u-Andiswa Sindane (okwesokudla) no-Iviwe Dlani (esinxeleni).

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

  • UBE yimpumelelo umcimbi wonobuhle waminyaka yonke nowaziwa ngokuthi u obuse mtapweniwolwazi i-Bessie Head ngoMgqibelo mhla zingama-27 kuMandulo (September).

Lo mcimbi ubungenye yezindlela zokugubha uSuku lwamaGugu nobelubungazwa esikhathini esingangesonto esedlule.

Umsunguli walo mcimbi uNkululeko Dubazane uthe inhloso yawo enkulu kulo nyaka bekuwukufuna ukugqugquzela izingane ngokubaluleka kokwazi imvelaphi yazo njengoba kade wenzeka ngenyanga yamasiko.

“Enye inhloso yalo mcimbi ukuthi sifuna ukufundisa siphinde sikhumbuze intsha ukuthi kumele iziphathe kanjani. Ezinye zezinto esibafundisa zona yinhlonipho kanye nokubaluleka kwemfundo.

“Sifuna ukuthi intsha ibuyelwe yithemba ngempilo iyeke ukudla izidakamizwa kanye nokuhlala emgwaqeni,” kusho yena.

UDubazane uthe kulo mcimbi baphinde bazwakalisa ilaka labo ngokuhlukunyezwa kwabantu besifazane kanye nezingane njengoba nabo bethi abahambisani nako.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.