Basale dengwane kusha izindlu

2019-12-18 06:01
Abahlali bakaJika-Joe abasaqubiswe ehholo lomphakathi kulandela ukusha kwemijondolo yabo.ISITHOMBE: lethiwe makhanya

Abahlali bakaJika-Joe abasaqubiswe ehholo lomphakathi kulandela ukusha kwemijondolo yabo.ISITHOMBE: lethiwe makhanya

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNks Mpilonhle Ncobela uthe : “Ukusha kwezindlu zethu kusihlukeze kakhulu ngoba sishelwe iyona yonke into asinabo ngisho omazisi. Sibonga kumasipala uMsunduzi nje ukuthi usinikeze indawo yokuhlala okwesikhashana size sithole izindlu.”

UNks Nobuhle Bhengu uthe: “Ngihlupheke kakhulu nginengane encane anginalutho nengane asazi zizogqokani sihleli ehholo sisizwa umasipala.Sicela usizo nathi kuhulumeni ngoba kuhleli kusha njalo kaJika-Joe.

Siyacela ukuthi nathi sifane nabanye abantu sithole izindlu ezisezingeni.Kumanje izingane zethu sihleli azigqokile ngoba azinazo izimpahla,” kubeka yena.

Izinhlangano ezahlukene kanye neminyango eyahlukene okubalwa khona noMnyango wokuThuthukiswa koMphakathi isilule isandla yanikela kulabo abathintekile.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.