Bavule inhlangano yezintombi nto e-DUT

2019-05-08 06:02
ISITHOMBE: sithunyelweAmanye amalunga enhlangano iZimbali ze-DUT Virgin Society.

ISITHOMBE: sithunyelweAmanye amalunga enhlangano iZimbali ze-DUT Virgin Society.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UKUKHULELA endaweni yasekhaya nokukhuliswa ngosiko lokuhlolwa ikona okukhuthaze uNks Wandile Khumalo(24) ukuba agcine esevule inhlangano yesintombi nto e-Durban University of Technology esigcemeni Indumiso eMbali Unit 1.

Le nhlangano eyethiwe ngokuthi Izimbali ze-DUT Virgin Society izokwethulwa ngokusemthethweni ngenyanga kaNtulikazi (July) khona eNdumiso Campus.

UNks Khumalo nowenza izifundo zobuhlengikazi kule nyuvesi uthe waqala ukuhlanganisa lenhlangano kusuka ngonyaka wezi-2017 ngesikhathi efika kule nyuvesi kodwa yaze yakwazi ukuthi inyuvesi iyiphasise ngenyanga kaNdasa (March) kulo nyaka. Ekhuluma ne-Echo uthe inhloso yale nhlangano ukuthi ihlanganise amantombazane ndawonye ezokwazi ukuthi akhulume nengezinkinga abhekene nazo zasenyuvesi.

“Leli kuzoba ithuba elihle lokuthi singamantombazane asezingeni elilodwa s ikwazi ukuxoxa ngezinto ezisithintayo. Kuzophinde kwenze izinto zibe lula uma ngabe kumele izinto ezifana nokuya eMkhosini woMhlanga ngoba ngeke kusaphoqeleka ukuthi sibuyele emakhaya ngaphambi kokuba sikwazi ukuthi sikwazi ukuya,”kubeka yena.

Uqhube wathi enye inhloso yale nhlangane ukuzama ukuqoqa intsha eseyizintombi nto ukuze izokhula ikwazi ukuziphatha.

“Akusikona ukuthi sifuna ukugqamisa ngoba siyizinntombi nto kodwa sifuna ukufundisana sikhulisane nathi sisodwa.

“Uma ngabe ususenyuvesi uthola kakhulu inkululeko yokuziphatha ngoba usuke ungasekho ekhaya eduze kwabazali nezihlobo abazokugada. Le nhlangano izosihlanganisa sonke sibe ngumndeni owodwa sigadane siholelane endleleni eqonndile.”

UNks Khumalo uphinde wakhuthaza labo abanye abayizintombi nto kodwa abasaba ukuphumela obala ukuthi bangasabi ukuzigqaja ngobuntombi babo ngoba kuyinto enhle futhi ewusiko olwaziwayo .

“Isifiso sethu ukuthi le nhlangano igcine isikhona nakwamanye amanyuvesi kuzona zonke izigceme ukuze nabo bezothola ithuba lokwenza ukufundisana loku esikwenzayo,” kuphetha yena.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.