Bazocobelelwa ngolwazi lokubhala amanoveli

2019-05-22 06:00

AMALUNGA enhlangano yababhali bolimi lwesiZulu Usiba azothola ithuba eliyingqayizivele lokufundiswa nokucotshelelwa ngolwazi ngezindaba zokubhala amanoveli emhlanganweni ozoba semtapweniwolwazi iBessie Head ngoMgqibelo mhla zili-18 kuNhlaba (May).

Ngokusho kukaDkt Moses Hlatshwayo uthe lo mhlangano ungomunye okuzodingidwa khona ngomgubho weNkinsela yaseMgungundlovu uSolwazi Professor Nyembezi nobezobe egubha iminyaka eli-100 ezalwa ukube usaphila.

Isikhulumi sosuku kulo mhlangano kuzobe kunguSolwazi Zulu ofundisa eNyuvesi yaKwaZulu-Natal.

“Leli kuzophinde kube ithuba labo bonke ababhali abangaphansi koSiba ukuthi bakwazi ukuthi balethe izincwadi zabo eziyizinoveli zesiZulu abazibhalile kodwa zanga[shicilelwa] ukuze bezothola ithuba lokuwina imali elinganiselwa ku-R15 000.

“Izinga lezincwadi zabo kumele libe seqophelweni eliphezulu elifana nelikaSolwazi uNyembezi okanye ngaphezulu,”kubeka yena.

Uqhube wathi abadle umhlanganiso kulomncintiswano bazomenyezelwa ngosuku olukhulu lo mcimbi nozoba ngasekupheleni konyaka.

Kulo mhlangano uDKt Hlatshwayo uzophinde aphumele eshashalazini nalapho ezobe echaza khona ngempilo yakhe kanye nezinto asezenzile njengombhali wamanoveli esiZulu aphinde abe kwezomculo futhi.

Ngeminye imininingwane mayelana nalomhlangano ungathintane noDkt Hlatshwayo enombolweni ethi : 071 745 1423.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.