Bazowezwa ngendaba amakhaza abafundi base Nichols

2016-07-06 06:00
PHOTO: supplied Abanye abafundi baseNichols JP Primary abanikelelwe ngezingubo zokulala

PHOTO: supplied Abanye abafundi baseNichols JP Primary abanikelelwe ngezingubo zokulala

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO iNhlazatshe Youth Development Community Centre (NYDCOC) inikelele abafundi besikole samabanga aphansi iNichols JP e-Edendale ngama-tracksuits njengengxenye yomkhankaso wabo i-Operation fudumala.

Lokhu kwenzeke ngoLwesine kulomcimbi obuhanjelwe nayezinye izinhlaka kanye nabaxhasi.

USihlalo walenhlangano uThandeka Mjadu uthe bakubone kuyithuba elihle ukuthi nabo bangenelele ngenye yezindlela ze-Operation fudumala, “Lapho esikhethe ukunikelela ngamaTracksuit kubafundi abayishumi. Sifisa ukudlulisa ukubonga kubo bonke abantu abaye banikela ngesikhathi sihambe sicela. Sifisa nokubonga kakhulu kwiMandingozeli CO-OP nokuyilapho esathungelwa khona amaTracksuit,” kusho uMjadu.

Mayelana nolunye ulwazi ngalenhlangano ungaxhumana nayo ekhasini layo likaFacebook ku-Nhlazatshe youth development community center okanye ubathumelele umyalezo nge-email ku nydcoc@gmail.com

- Supplied.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.