Belule isandla ekhaya labadala

2019-03-13 06:00
ISITHOMBE: sithunyelweAmalunga e-A Pome Mental illness Advocacy kanye nomhlengikazi ngesikhathi evakashele ekhaya labadala.

ISITHOMBE: sithunyelweAmalunga e-A Pome Mental illness Advocacy kanye nomhlengikazi ngesikhathi evakashele ekhaya labadala.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO engenzi nzuzo i-A Pome Mental Illness Advocacy (A Pome) ivakashele ekhaya labadala Emuseni Old Age Home endaweni yase-Edendale ngoLwesine olwedlule mhla zingama-28 kuNhlolanja (February) nalapho befike banikela khona ngezithelo baphinde banikela ngesikhathi sabo njengoba bekhuculule bahlanza lendawo.

Le nhlangano eyasungulwa inkosazana encane yasendaweni yaseCaluza uNks Ayanda Mavundla ngokubambisana noNks Nhla Ndlovu ithi izimisele ukusiza amalunga emiphakathi eyahlukene.

UNks Ndlovu uthe lokhu kuyingxenye yohlelo lwabo abazolwenza njalo ngoLwesine ukuhambela izindawo ezahlukene bayokwelula khona isandla.

Uthe lena indlela abazama ukufinyelela ngayo emphakathini bakwazi nokuthi basize lapho bengasiza khona kwazise bayinhlangano okuhliswe ngayo ukusiza ngayo umphakathi.

“Bekungokokuqala senza lolu hlelo kodwa kusuka manje sekuzoba into esiyenza njalo ngoLwesine uma ngabe sekuzophela inyanga. Angeke size sigcine ngokuhambela amakhaya abantu abadala kuphela kodwa sizobe sihambela izindawo ezahlukene okubalwa kuzona nezindawo lapho kuhlala khona izintandane. Kungumsebenzi njengenhlangano ukusiza umphakathi senze noshintsho,” kubeka yena.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.