I-Happy Nation ompetha abasha

2019-04-24 06:00
ISITHOMBE: sithunyelweIqembu elidle umhlanganiso i-Happy Nation.

ISITHOMBE: sithunyelweIqembu elidle umhlanganiso i-Happy Nation.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU lebhola lezinyawo i-Happy Nation lasendaweni yase-Redlands Farm lingompetha abasha be-Freedom Month Tournament nebeyenzeka okokuqala ngqa ngoMgqibelo mhla zili-13 kuMbasa (April) eMbali Unit BB5.

Lokhu kulandela ngemuva kokuba leli qembu libhaxabule i-Ombuso Entertainment ngama-goli amabili kwelilodwa kowamanqamu.

Leli qembu liwine ijezi lebhola. Lo mncintiswano ubuhlelwe uMnu David Ndlovu kanti bekungokokuqala ngqa ukuthi udlalwe kulonyaka. Ngokusho kukaNdlovu inhloso yalomncintiswano ukuhlanganisa intsha ndawonye yenze into elungile iphinde iveze nethalente layo.

“Besinamaqembu ali-15 akade engenele lomncintiswano.

“Ngijabulile kakhulu ngento engiyibonile. Izingane ziveze amathalente azo amakhulu ekudlalweni kwebhola lezinyawo kanti nginethemba lokuthi abanye babadlali baya kude emdlalweni webhola lezinyawo. Lomncintiswano sesizoqhubeka[nawo] ukuthi ube into yaminyaka yonke,” kubeka yena.

UMnu Ndlovu ubonge kakhulu abaxhasi balo mncintiswano Indalo Health (Dr Buthelezi), aQuellé, Pitstop garage kanye ne-Redlands Farm.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.